Kuhlelwa i-braai yama Chunu ezoba Oshabeni

2018-09-06 06:01

KUMENYWA bonke besibongo saka Mchunu ukuba babe yingxenye lapho kuzobe kuhlangene amaChunu.

UMandlenkosi Mchunu uthe uma kukhona abafuna ukwazi ngalomcimbi bangathintana naye kumbe uJabu Mchunu. Ilunga ngalinye kulindeleke lifake imali enguR100 ukuba yingxenye yalombutho.

Usuku luzomemezelwa maduzane uma sekubonakele izibalo zamaChunu ajoyinile.

Lomcimbi uhlelwe/ uzoqondaniswa nokufika kweNkosi yamaChunu yaseMzimkhulu.

Abafisi ukuba yingxenye ekuhlanganyeleni nathi singamaChunu angapha esayidi futhi kudingidwe udaba lamangcwaba okhokho alapha emaplazini, bangaxhumana noMandlenkosi Mchunu ku-0838983336 noma uJabu Mchunu ku-0787105964.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.