Kukhunjulwe uNcwane kuVukile ngempelasontio

2017-04-27 06:02
Izithombe : Precious GumedeBenikezele ngesipho kuNkosikazi kaSfiso Ncwane, uAyanda Ncwane nguPastor Mjosti noIrvin Sihlophe woKhozi.

Izithombe : Precious GumedeBenikezele ngesipho kuNkosikazi kaSfiso Ncwane, uAyanda Ncwane nguPastor Mjosti noIrvin Sihlophe woKhozi.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

IBE Yimpumelelo eyephasika ‘UVukile Gospel Concert 2017’ ebibanjwe ngeSonto ntambama ihlelwe wusakazo uKhozi FM, uIrvin Sehlophe kanye nosomahlaya uPastor Mjosti enkundleni yezemidlalo iUgu Sports and Leisure.

Lekhonsathi ebanjwa minyaka yonke ibinkulu kakhulu kulonyaka njengoba ibihanjelwe nangabaculi abakhulu bomculo wokholo okubalwa kubo uHlengiwe Mhlaba, Mthunzi Namba kanye noShongwe and Khuphuka.

Okuthande ukuba nomahluko kulomcibi kube ukusakaza bukhoma uhlelo lenkonzo uNkulunkulu Nomuntu Omusha oludlala njalo ngeSonto ntambama kanye nokuvaleliswa kuka Sbu Buthelezi obengumsakazi waloluhlelo kwazovalwa ngenkonzo yokuhlonipha uSifiso Ncwane ongumunye wabaculi obengasali kuVukile minyaka yonke.

UPastor Mjosti uthe lomcimbi ube yimpumelelo enkulu kakhulu.

Uqhubeke waphawula ngomsebezi omuhle owenziwe abomkhandlu woGu kanye neRay Nkonyeni, ngesikhathi bevalelisa uButhelezi wanikezelwa ngemali nezipho ezivele kubalandeli. UButhelezi wamukele uSiya Mhlongo okunguyena uzoqhubeka nohlelo lakhe emsakazweni kusukela ngesonto elizayo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.