Kulimale ingane eyodwa engozini

2017-02-02 06:02
ISITHOMBE: precious gumede Umshayeli weveni namaphoyisa bebheka ukuthi akekho yini olimele kakhulu evenini.

ISITHOMBE: precious gumede Umshayeli weveni namaphoyisa bebheka ukuthi akekho yini olimele kakhulu evenini.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

NGOLWESIHLANU olwedlule kube nengozi yezimoto ezimbili ekhoneni lemigwaqo u-Aiken no-Colley ePort Shepstone. Lezi zimoto ezishayisene bekungeyohlobo lweveni Isuzu ebeyilayishe izingane zesikole, eyesibili yona kuyi VW Golf.

Lengozi yenzeke ngesikhathi umshayeli weveni engena kuColley Street eqhamuka ngaphezulu ku Aiken Street, iGolf yona iqhamuka emgwaqeni omkhulu ongenela edolobheni.

Kusolakala ukuthi umshayeli weveni akaqalazanga ngaphambi kokuthi ajike. Kulimale oyedwa umntwana wesikole obehlezi maduzane newindi ngemumva evinini kodwa akalimalanga kakhulu. Abosizo oluphuthumayo bamthathile umntwana olimele bamuyisa esibhedlela wayothola ukwelashwa.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 

Matric Results are coming soon!

Notify me when results become available

This site is protected by reCAPTCHA and the Google Privacy Policy and Terms of Service apply.

/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.