Kulungiselwa uMkhosi woMhlanga

2018-09-06 06:01
IZITHOMBE : ZITHUNYELWEZinhle lezintokazi ngoMbali Nzama noNoxolo Ntshebeshe.

IZITHOMBE : ZITHUNYELWEZinhle lezintokazi ngoMbali Nzama noNoxolo Ntshebeshe.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UNDLUNKULU wesizwe sakwaNzimakwe uthi ukuhlolwa kwezintombi kuwusiko futhi indlela abafundisa ngayo izingane zamantombazane ukuziphatha.

UNdlunkulu wakusho lokhu ngeledlule, ngesikhathi kunomgubho wezintombi esigodini sakwaNzimakwe ngoMgqibelo emini.

“Sizofundisa izingane indlela yokuziphatha futhi lokhu kuwusiko olufanele,” kusho uNdlunkulu. Lomgubho ubanjwa minyaka yonke kanti izintombi zisuke zizoziqhenya ngobuntombi bazo

Inhloso yalomkhosi bekuwukulungiselela izintombi kumbe amatshitshi njengoba ezoya eMkhosini woMhlanga ngomhlaka 7 kuya ku-9 September esigodlweni sasenyokeni, nokuwafundisa indlela ekumele aziphathe ngayo njengoba beyizintombi.

Kukhulunywe ngokuthi kumele bazithibe ocansini , babenenhlonipho futhi bazihloniphe nabo. Enye yezinto ebezigqugquzelwa ukuthi baziqhenye ngemzimba yabo futhi bayithande. Kulomcimbi kuphinde kwanxuswa wonke amaKhosi asakhothama nasaphila ukuthi bavikele izimbali zabo ezizoya eMkhosini omkhulu woMhlanga kulonyaka.

Kukhunjulwe amantombazane aseMzumbe lawa abasengozini eyisibhicongo yebhasi ngonyaka wama-2013 ngesikhathi ebuya kwaNongoma. Amantombazane abegcwele kulomcimbi ephuma ezigodini ezahlukene zakwaNyuswa kanti abukeke ekuthokozela lokhu.

Umeya wamasipala waseRay Nkonyeni naye ugqugquzele ukuziphatha okuhle ezintombini washo ukuthi kubalulekile ziqinise ekufundeni Kanye nasekuzithibeni ezintweni ezingalungile ukuze zibe nekusasa eliqhakazile.

Kantike kube-kesekudliwa inyama izinsizwa nezintombi saviliyela zashaya ingoma kakuhle kwanjeyana.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Senior Quantity Surveyor

Cape Town
Mass Staffing Projects
R500 000.00 - R700 000.00 Per Year

C# Team Lead

Cape Town
Goldman Tech Resourcing
R300 000.00 - R480 000.00 Per Year

Audit Senior

Cape Town
Tumaini Consulting
R180 000.00 - R216 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.