Kumenya abesibongo saMachunu

2018-09-27 06:00

KUMENYWA bonke abantu besibongo saKwaMchunu ukuba babe ingxenye lapho kuzobe kuhlangene khona Amachunu.

Mayelana nemininingwane ngalo mcimbi kungaxhunyanwa noMandlenkosi Mchunu.

Kuthiwa ilunga ngalinye kulindeleke ukuba lifake imali engangama-R100 ukuze libe yingxenye yalo mbuthano.

Usuku nalo belungakakhishwa kodwa lizokwaziswa maduzane uma sekuqoqwe imali.

Lo mcimbi uhlelwa ukuba uqondaniswe nokufika kweNkosi yamaChunu yaseMzimkhulu njengesifiso sayo sokuhlangana nesizwe.

Kanti kuyobe sekudingidwa udaba lwamathuna asepulazini.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.