Kumenywa abathandi bezincwadi

2017-02-09 06:01
Umbhali wencwadi ‘Perfect Mess, Perfect grace’ ozokhangisa ngomgqibelo uNksz Nobuntu WebsterPHOTO: facebook

Umbhali wencwadi ‘Perfect Mess, Perfect grace’ ozokhangisa ngomgqibelo uNksz Nobuntu WebsterPHOTO: facebook

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

USOMABHIZINISI ophinde abe ngumbali uNkk Nobuntu Webster uzobe ese-South Coast ngoMgqibelo mhla zi-11 kuNhlolanja (February) e-St Micheals Hotel emcimbini wokwethula incwadi yakhe yokuqala ebizwa ngokuthi yi-Perfect Mess, Perfect Grace.

Kulo mcimbi uNkk Webster uzokhuluma kabanzi ngokubhala kwakhe le ncwadi aphinde achazele abantu ukuthi kungani kumele beyifunde.

Okhulumela uNkk Webster, uNksz Rita Nakouthe uNkk Webster waziwa ngokuthola imiklomelo eminingi okubalwa kuyona neye-Business neye-Cosmopolitan Magazine Women Achiever.

“UNkk Webster waye ngumethuli we-Think Big S.A okwaku wuhlelo olaludlala kwi-Sabc 3. Unentshisekelo nothando loku dingida izindaba ezithinta abantu base Ningizimu Afrika,” kusho uNksz Nako.

Umeme umphakathi nabathandi bezi ncwadi ukuba bethamele lo mcimbi ukuze bezothola usizo ngokuningi.

“Kungenzeka ukuthi uhleli ekhaya nodaba ofisa ukulushicilela emphakathini, kodwa inkinga awazi ukuthi yimiphi iminyango okumele uxhumane nayo, lo mcimbi uzokunika zonke lezo zimpendulo. Lo mcimbi wencwadi i-Perfect Mess Perfect Grace uhlose ukubuyisela ithemba kulabo ababona izimpilo zabo zingenayo inqubekela phambili, abantu abalahle ithemba, nalabo asebe shabalalelwe amaphupho,” kusho uNksz Nako.

Ithikithi lalo mcimbi litholakala ngo-R100. Uma uthanda ukwazi kabanzi ngalo mcimbi xhumana noNksz Nako enombolweni ethi: 078 811 9064.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 

Matric Results are coming soon!

Notify me when results become available

This site is protected by reCAPTCHA and the Google Privacy Policy and Terms of Service apply.

/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.