Kumenywa bonke esikoleni

2017-02-02 06:01

KUMENYWA bonke abake bafunda esikoleni Ingwemabala High School esisendaweni yase Betani, ukuba baphelele khona esikoleni mhla zi-11 kuyona lenyanga.

Okhiphe isimemo uMnu Patrick Makhanya uthe i-alumni ithe akukhethwa nyaka umuntu afunda ngawo, uma nje waba umfundi kulesikole nomangabe liphi ikilasi uyamenywa.

“Bonke abafundi kucelwa ukuthi bahlangane ngalolusuku ngehora leshumi ekuseni. Kuyacelwa ukuthi abazophumelela baxhumane noMnu. D. Nzama ku 0833724133 noma no Vie Xaba “Msweli” ku 0769778479 ukusho ukuthi uzophumelela ungakashayi umhla zi-8 kuNhlolanja (February)”.

- Luthunyelwe.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 

Matric Results are coming soon!

Notify me when results become available

/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.