Kungase kulahleke imisebenzi, kuwe nezimboni ngenxa yeholo eliphansi

2017-05-25 06:01

ININGIZIMU Afrika izoqalisa ukusebenza komgomo wokuthi kungabi khona umsebenzi wakuleli ozoholelwa imali engaphansi kuka-R20.00 ngehora ngosuku lwabasebenzi lwangonyaka ozayo. Kodwa-ke kusenemibuzo ngokuthi ngabe lokhu ukunqoba yini kubasebenzi bakuleli abahlwempu.

Uma kungukuthi izinto ziyaqhubeka nokwenzeka ngendlela esijwayelekile, uphenyo olwenziwe ngongoti, bezomthetho lukhombisa ukuthi lokhu kungabazusiza abanye babasebenzi. Kodwa-ke abanye, ikakhulukazi labo abasebenzela izinkampani ezincane nabasezindaweni zasemakhaya, angeke kubasize lokhu.

Lokhu kungenxa yobungozi bokulahlekelwa yimisebenzi ngenxa yaleli holo eliphansi (minimum wage) okungafanele kube khona umsebenzi ozohola ngaphansi kwalo.

Yize noma lo mgomo ungababandakanyi abaqashi abancane, kodwa uzozikhahlameza izinkampani ezisezindaweni zasemakhaya.

Uphenyo luveza ukuthi kwalahleka inqwaba yemisebenzi ezindaweni zasemakhaya nemuva kokuqaliswa kokusebenza kweholo eliphansi ngonyaka ka-2003 nalapho kwacekeleka phansi inqwaba yemisebenzi yasemapulazini asemakhaya.

Ngaphezu kwalokho kuqagulwa ukuthi kusenokwenzeka iningi labasebenzi liqhubeke nokukhokhelwa amaholo angaphansi kwadingekayo ukuze umuntu aphume ezingeni elithathwa njengelobubha.

Kunokwesabela ukuthi ukuqaliswa kwalo mgomo weholo eliphansi ngonyaka ka-2018 kungase kwenze isimo sibe sibi kakhulu ekuswelekeni kwemisebenzi kuleli njengoba izinga livele liphezulu, nokungagcina sekwehlisa izinga lempilo.

- Fin24.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/Africa
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.