Kuqhume inganono eMarburg

2018-12-20 06:00

KUQHUME isibhamu ngasezitolo zaseMarburg ngoMsombuluko odlule, Zibandlela 3. Ilunga lomphakathi elezibonele ngamehlo elingathandanga kudlalulwe igama lalo lithe omunye wabanikazi bezitolo ubejaha abafana ababili ebekade bentshontshe okudliwayo esitolo sakhe.

‘’Umnikazi wesitolo ubejaha abafana laba abantshontshile kodwa wangabafica nokuyilapho avale wakhipha ivolovolo lakhe walikhomba emyeni wabe esedubula phezulu. Shuthi ekuzweni ukuqhuma kwesibhamu babe sebeshiya phansi lezinto abebezithathe esitolo base beqhubeka nokubaleka,” kuchaza umthombo.

Ube eseqhuba ngokuthi lesi isigameko usibukele saze sayophela, “Ngibabukele baze bayosithela abafana bebaleka futhi akukho muntu olimalile ngesikhathi kwenzakala konke lokhu.”

Yize umthombo weFever uthe akukho muntu othintekile ngokuqhunyiswa kwesibhamu, kukhona abahlali bakhona eMarburg abathukile ngokusizwa siqhuma.

Omunye ongathandanga lidalulwe igama lakhe uthe: “Angibonanga kwenzekeni kephi ngisizwile isibhamu sikhala, kungithusile mina loko ngoba sekuyisikhathi sikancibijane, izinto zokudubulana zenzeka kakhulu kulesikhathi sonyaka.’’

Amaphoyisa akulendawo athe alikho icala eselike lavulwa mayelana nesigameko futhi akuzange kubekhona muntu obazisile ngokuqhuma kwesibhamu eMarburg.

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 

Enter the examination number or search by province or school (NSC Students) to view results.

/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

QA Technical Tester

Cape Town Northern Suburbs
Hi-Tech Recruitment - Johannesburg

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.