Kutholwe izimpahla ezintshontsiwe

2017-02-09 06:02
PHOTO: supplied Izinto ezitholakele kuba solwa, ezintshontshwe eMurchison

PHOTO: supplied Izinto ezitholakele kuba solwa, ezintshontshwe eMurchison

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UMphathi steshi wase Port Shepstone uBrigadier Sandra Nala uncome amaphoyisa ngomsebenzi omuhle awenzile ngesikhathi ebopha abasolwa abangene emzini wowesifazane oneminyaka engu30 endaweni yase Mbayimbayi, eMurchison ngesonto eledlule.

Okhulumela amaphoyisa uColonel Zandra Wiid uthe elinye lamaphoyisa uCaptain Bheki Ngeleka unyakaze ngokushesha ngesikhathi ebopha izigebengu ezintathu phakathi kwamabili ezingene kulomuzi zantshontsha umabonakude, umbese kanye namateku. Uthe lezigebengu zingene ngophahla lwendlu zasusa uplastiki zagulukudeka ngaphakathi.

“Emva kokuthi amaphoyisa ethole lombiko, aqonde ngqo kulendawo yaseMurchison abopha labasolwa,” kusho uWiid.

Uthe bazovela enkantolo maduze ngecala loku ntshontsha

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 

Matric Results are coming soon!

Notify me when results become available

/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.