Kuxwayiswa ngamaphoyisa mbumbulu

2017-01-26 06:01

AMAPHOYISA axwayisa umphakathi ngezigila mkhuba ezizenza amaphoyisa asenkantolo nabaseshi abafonela imindeni yeziboshwa, ethi kufuneka imali yebheyili. Okhulumela amaphoyisa Colonel Zandra Wiid uthe lamaphoyisa mbumbulu afike afonele umndeni womsolwa athi imali yebheyili kumele ikhokhwe ebange thizeni.

“Izimali zamabheyili azikhokwa ebange kepha zikhokhwa ngqo esiteshini samaphoyisa,” kusho uWiid.

Uthe uma isikhokhiwe imali, lowo okhokhile unikezwa iphepha noma isiliphu esishoyo ukuthi ukhokhile.

Uqhubeke wagcizelela ukuthi uma khukhona othola ucingo oluthi akayofaka imali ibheyili ebange ukuthi akubike lokhu emaphoyiseni aseduzane, engakayifaki imali. - Luthunyelwe.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 

Matric Results are coming soon!

Notify me when results become available

/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.