Kuzocutshungulwa usomqulu wezezimayini

2018-08-16 06:01

NJENGOKUSHO kukasomqulukazi wazwelonke wezezimayini kanye nokumbiwa esigabeni se-100 (2) of the Mineral and Petroleum Development (act nO.28wezi-2002) ukuze kuhlelwe kahle ukubuyiselwa kwezimayini kubantu kanye ukubhekisisa ukuba imiphakathi ihlomula ngendlela efanelekile yini kuzona.

Ngomhla ka-15 kuNcwaba (August) kulindeleke ukuba kube nomhlangano nalapho kuyobe kuzocutshungulwa khona eminye imithetho okufanele ibhekisiswe futhi ilandelwe ukuze losomqulu ugcine uphasisiwe.

Lomhlangano uyobe use edolobheni elisenkabeni yedolobha lasePort Shepstone iCivic Centre.

Ngokusho kukamgqugquzeli wenhlangano ebizwa nge-Bhobhoyi Economic Development Agency20 uNks Nonhlanhla Madlala uthe lo mhlangano uyobe ubanjelwe eCivic Centre nalapho kuyobe kumele bonke abathintekayo okuhlanganisa imiphakathi eyakhele izindawo ezinezimayini, abasebenzi, osomabhizinisi namakhosi elindeleke ukuba afake imibono yawo ngokumele kulandelwe ekuwakhiweni kwalosomqulu.

Ngasekuqaleni kwalonyaka uNqgongqoshe wezokuMbiwa phansi uMnuz Gwede Mantashe wahlanganisa zonke izinhlaka zomphakathi eGoli lapho kwakudingidwa khona losomqulu kodwa kwacaca okwekati ehlungwini ukuthi kuningi okunga landelwanga ngendlela.

Ngokusho kukasomqulu okunye okubalulekile wukuthi kumele lomqulu kanye nokuhlanganiswa kwawo kube sekuqediwe ngaphambi kokuba kuphele inyanga kaNcwaba (August).

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.