Kwamukelwe umfundisi omusha

2017-08-24 06:00
IZITHOMBE: ZITHUNYELWENgesikhathi kumukelwa umfundisi ebandleni eliseGamalakhe lamaLuthela (kwesobunxele) NokwakhaNtamo (ugogo), Zongezile Ntamo kanye nowakwakhe uNontuthuzelo Ntamo.

IZITHOMBE: ZITHUNYELWENgesikhathi kumukelwa umfundisi ebandleni eliseGamalakhe lamaLuthela (kwesobunxele) NokwakhaNtamo (ugogo), Zongezile Ntamo kanye nowakwakhe uNontuthuzelo Ntamo.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

BEKUSHA indumiso kuqhuma u-ameni ebandleni iLutheran Church eliseGamalakhe ngeSonto ngesikhathi kuzogcotshwa futhi kwemukelwa umfundisi omusha.

Abazalwane bebephume ngobunngi ukuzokwamukala lomfundisi ozobheka amagatsha amabili ukungelaseMarburg kanye naseGamalakhe. UMfundisi uZongezile Ernest Ntamo kanye nowakwakhe babonge kakhulu abazalwane bebandla ngokubemukela ngemfudumalo enkulu.

Ekhuluma uMfundisi ebandleni uthe uzizwa esekhaya futhi uzowenza ngokukhulu ukuzimisela kanye nokuthembeka kuNkulunkulu umsebenzi awuthenywe ngongaphezulu kulelibandla.

Lomcimbi uhlelwe ngabazalwane ngokubambisana kodwa abebezihola phambi nguZevile Dlamini, Zanele Ndabezitha, Sibongile Khomo, Nokuthula Sotsaka Lindiwe Jula kanye no Phineas Ncane.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.