Kwethulwa umkhankaso weThuma Mina

2018-11-08 06:02

UMASIPALA waseRay Nkonyeni uveze ukuthi uzosebenzisa lesi sikhathi se-Izimbizo ukwethula umkhankaso obizwa ngokuthi Thuma Mina Campaign, owathulwa ngumengameli wakuleli, uMnuz Cyril Ramaphosa ngesikhathi ethula inkulumo ebhekiswe esizweni kuwona lonyaka.

Lo masipala uthe iThuma Mina Campaign ixhumene nezimbizo ngenxa yokuthi imiphakathi izothola ukwazi kabanzi ngalomkhankaso.

Kuthiwa lomkhankaso weThuma Mina Campaign unezakhi ezintathu ogxile kuzona okubalwa ukwakha ubudlelwano nomphakathi, ukugqugquzela ukuphatha kanye nokuzwana emphakathini.

Umasipala uthe uzobe ugxile kakhulu ekuthuthuthikisweni kwezezimali, uhlelo lokukhokha kanye nokunakekelwa kwamakhasimende. Ukuqinisekisa ukuthi loluhlelo luba impumelelo, umasipala usubahlungile abantu abazoba ingxenye yalomkhankaso uzoba njalo ngaphambi kweziMbizo.

Uhlelo lozohamba kanje, namhlanje kuzovulwa umkhankaso weThuma Mina Campaign endaweni yaseThokozile Sportfield, Concrete Road mase bevakashela umtholampilo waseGcilima ukuyobona ukuthi uqhuthwa kanjani umsebenzi. Kuzobe sekuqhutshekelwa phambili ankundleni yezemidlalo eKwaMphelelwa lapho kuzoba neMbizo khona.

Ngomhlaka 2 November 2018, kuzoba nomkhankaso wokuqoqa udoti endaweni okungavumelekile ukulahlwa kuyona eseMashembeni eseduze nomgaqo uN2 kuWard 12 bese kudlulewa emhlanganweni Imbizo ozobanjelwa ehholo KwaMaveshe.

Ngomsombuluko womnhlaka 05 November 2018, kuzobe kuneBlitz kwinxanxathela yezitola yaseGamalakhe kanye naserenki bezokhuthaza futhi banxenxe abantu ukuthi babhalisele ukuthola usizo.

Usukuluzogoqwa ngeMbizo ezobe isehholo lomphakathi waseQinabout.

NgoLwesithathu 07 November 2018, ubuholi kanyenabathintekayo bazothula ngokusemthweni umkhankaso wokulwisana nokutshingwa kukadoti abakubiza ngokuthi War against Illegal Dumping and Littering campaign endaweni yase- Umtentweni. Usuku lobe seluohela ngokuvulwa komgaqo wetiyela okuCommercial Road kuWard 20, kulangelwe Imbizo ezobe isePort Shepstone Civic Center.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.