Ligqugquzele amavoti elibusayo

2016-07-14 06:00
PHOTOS: Precious Gumede no Mxolisi phehlukwayo Usihlalo weANC esifundazweni uMnu. Sihle Zikalala.

PHOTOS: Precious Gumede no Mxolisi phehlukwayo Usihlalo weANC esifundazweni uMnu. Sihle Zikalala.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

IQEMBU elibusayo iANC liqale impelasonto ngezihlelo ezahlukene zokugqugquzela amavoti endaweni yaseSouth Coast.

Inhlangano yentsha yaleli qembu iqale ngokumema abezimoto ukuba bahlanganyele nayo eMargate lapho behambe benikeza abantu amaphepha nezikhibha zeANC. Ezinye izimoto zibonakele endaweni yaseGamalakhe zimemezela umcimbi obungomqibelo olwandle lwaseMargate. Lomcimbi ububophele abaculi, abadansi, waphinda wahanjelwa usihlalo weqembu uMnu. Sihle Zikala namalunga asuka esigungwini esiphezulu.

UZikalala uthule inkulumo yakhe yasoku wagqugquzela ukuthi abantu abavotele iANC okethweni oluzayo lohulumeni basekhaya oluzuba mhla zi-3 kuNcwaba (August).

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 

Matric Results are coming soon!

Notify me when results become available

/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.