‘Lindelani ukuthi enyuke amanani enyama ebomvu’

2015-12-24 06:00
<s1>Kulindeleke ukuthi ibize kakhudlwana inyama ebomvu kulamaholidi.</s1>

Kulindeleke ukuthi ibize kakhudlwana inyama ebomvu kulamaholidi.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

Abakhiqizi benyama ebomvu eMpumalanga sebeyichithile imibiko ethi amanani enyama azokwehla ngamaphesenti aphakathi kuka-8 no-11 kula maholidi.

USihlalo weRed Meat Producers’ Organisation esifundazweni, uKoos Dafel, uthe amanani enyama ebomvu azokhuphuka ngenxa yesomiso esiqhubekayo.

“Inyama engu-A grade ezosetshenziswa kwakhulu uma kosiwa, ikhuphukile ngenxa yokuthi izinkomo zibuthaka okusho ukuthi azinayo inyama eningi.

“Lokhu kuzoqhubeka izinyangana, kuze kube sithola imvula eyanele ngaboMashi,” kusho uDafel.

UDafel uthe iningi lenyama ebomvu esezitolo isinyuke ngo-R5/kg kulezi zinyanga ezedlule.

Uthe nokho inyama engu-C-grade, edilivwa kakhulu emafemini ukuze kuzokwenziwa izinto ezifana nama-vienna no-polony, yona izokwehla kancane.

Ukuphawula kukaDafel kuza ngemuva kokuthi usomnotho wezolimo kwa-FNB, uPaul Makube, ememezele ukuthi le nyama izokwehla.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.