Lube yimpumelelo uhambo lowamafilimu

2016-05-26 06:00
PHOTO: supplied USenzo Zindela ese France kwiCannes Festival

PHOTO: supplied USenzo Zindela ese France kwiCannes Festival

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

LUBE yimpumelelo uhambo luka Mnuz Senzo Zindela ongumuqophi wamafilimu. UMnuz Zindela uthathe uhambo lwakhe lokuya eFrance emasontweni adlule ukuyomela umasipala wesifunda Ugu kanye nesizwe saseNingizimu Afrika kwi Cannes Film Festival.

UMnuz Zindela uthe uthanda ukubonga bonke ababe yingxenye yoxhaso kulolu hambo lwakhe, okubalwa kubona umasiplala omkhulu woGu, i-KwaZulu-Natal Film Commission okuyibona abamunika lelithuba, i-South Coast Chamber of Commerce kanye nabe AFVF.

“Loluhambo lube yimpumelelo kanti futhi lingenze ngaba nokuzithemba. Luphinde langenza ukuthi ngiziqhenye ngemvelaphi yami nokuthi ngikhangise ngeSouth Coast iyonkana.,” kusho uMnuz Zindela.

UMnuz Zindela uthe uthole ithuba lokwakha ubudlelwane nabanye osomafilimu baseziweni abafana no Kao Thaitayar abavumelane nabo ukuthi bazosebenzisana ukuproducer enye yamafilinu eyenziwa inkampani i-Sollywood Films

“Ngaqala ukusebenzisana nobudlelwane nabo ngonyaka ka 2010 lapho badlulela khona ezingeni eliphezulu baze bangimema kweminye yemicimbi yabo owawuseThailand lapho bangazisa noNgqongqoshe wakhona uWorateera Suvarnsorn, okwaba enye yezinto engingasoze ngazikhohlwa,” kusho uMnuz Zindela.

Uthe obunye ubudlelwane akwenzile ukwakha ubuhlobo bokuthi abasezweni lase USA bakwazi ukusebenzisa indawo yaseSouth Coast ukwenza amafilimu abo azayo.

UMnuz Steven Adams, oyinhloko yabaphathi ophinde asebenzisane neBuffalo 8 okwiyona eyaqopha ifilimu u-Thor, Green Lantern, Knowing nezinye, naye uthe akasakwazi ukuzibamba usejahile ukuthi kufike isikhathi lapho ezozizela mathupha eSouth Coast,” kusho uMnuz Zindela.

Kuningi uMnuz Zindela alandise ngakho ngohambo lwakhe kodwa ucizelele ukuthi unethemba lokuthi i-Ugu Film Festival yalonyaka izobe idla ubedu futhi izoba sezingeni eliphezulu kuneminyaka edlule.

Uthe uthanda ukumema osomabhizinisi abanothando lokuba yingxenzye yeUGUFF balisebenzise ithuba lokuba nabo bazakhele ubudlelwane nabanye osomabhizinisi abazobe behambele lo mcimbi.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

Men.24 Model of the Week: Wendy from Cape Town

Find out more about our featured model, Wendy from Cape Town

 
 

You won't want to miss...

Who are the highest paid models of 2017?
10 gorgeous plus-sized models who aren't Ashley Graham
WATCH: Pornhub is giving users free access to premium content these holidays
5 top leg exercises for men
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.