Seliphumile ikhalende lwendumezulu yoGu jazz

2018-06-14 06:01

IZETHAMELI ezivela kulo lonke leli zizilungisela indumezulu yomcimbi oba minyaka yonke Ogwini oliuseningizimu nesifundazwe ePort Shepstone oku Ugu Jazz and Arts Festival.

Inyanga kaNhlangulana isuke ibekelwe amalungiselelo alomcimbi ozoba zinga-30 kuNhlangulana. Mhlazi-9 kuyo lenyanga ezinkundleni zemidlalo zaseNtelezi inkampani ehlela imicimbi iCyassound Holdings ibambisene noMkhandlu waseMzumbe bazoba nendumezulu yomcimbi womculo wesintu.

Kulomcimbi nozobe usebusuku nasemini kobe kubungazwa umculo wesintu kanye namaciko aw obese kuthi mhla zili-16 kuNhangulanga ababombo alibhekise e NMZ eUnity Social Lounge lapho kobe kunomkhankaso ozobe wenziwa nohlanganisa ukunikezelwa kwamaTikiti omcimbi woGu Jazz, nabazobe becula bukhoma njaolo njalo.

Kuthi ngayo lenyanga zi-24 indawo yezokuncebeleka I Maxis Lifestyle eMlazi ibe ibe nomkhankaso umkhulukazi walendumezulu nokuzolandelwa ngomcimbi ozobe use Ugu Sports and Leisure Centre nalapho iCyassound izobe ine Nkomfa yezaMaciko lapho kuyobe kucotshelelwana ngolwazi kumaciko akulesisifundazwe. Umcimbi owandulela Ugu Jazz Festival uzobanjelwa eSenzi’s Inn khona eMargate mhlazi-29 kuNhlangulana.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.