Sihalalisela iBhekameva High School ngemiphumela emihle

2017-01-12 06:01

IMISEBENZI yomuntu iyamlandela, noma imihle noma imibi. Imisebenzi into oyenza nsuku zonke ilokhu ivela kancane kancane ize ibonwe abantu. Iyona othola izincomo ngayo. Namhlanje simemeza igama lezikole zonke ezakhele uMasipala wethu ngemisebenzi emihle. Isikole esenze okuhle nokuncomekayo isikole iBhekameva High School kwa Ward 4 endaweni yasoPhepheni. Lesisikole sithole 100% lapho bonke abafundi abebefunda ibanga leshumi bephumelele. Loko kwenze ukuthi lesisikole esiphethwe uThisha Madlala ukuthi sibe esiphume phambili.

Umsebenzi kaThisha Madlala nothisha bakhe bonke waqala ekuqaleni konyaka odlule bezimisela befunda nangezimpelasonto. Nami njengoMeya iBhekameva High School esinye sezikole engafika mathupha kusona ngabona umsebenzi omuhle owenziwayo. Zonke izimpelasonto babematasa befunda nezingane zebanga leshumi. Yingakho sibona imiphumela emihle kanje.

Siyathanda ukuncoma zonke izikole ezisebenze ngokuzikhandla zathola imiphumela emihle. Lapho sibala Buhlebethu High School,Mthwalume High School, Mabiya High School, Luthuli High School nezinye izikole engisazozibala. Mukhulu kakhulu umsebenzi owenziwe ilezizikole. Aziphakamisanga nje kuphela igama likaMasipala wethu nowesiFunda kodwa baqinisekise ukuthi ikusasa lezingane linikezwe inhlasi yethemba lokuqhubekela phambili.

Angihalalisele futhi izingane eziphumelele ngamalengiso ezifundweni zika matric. Maduze nje sizoba nomcimbi esizowuhlela singuMasipala lapho sizoklomelisa zonke lezizingane engizibalule ngezansi.

Ngolwesihlanu mhlaka 13 January sizobe sivakashele isikole iBhekameva sihambisana noSomlomo wePhalamende lesiFundazwe sakwaZulu-Natali uMhlonisha Lydia Johnson, noNgqongqoshe wezeNhlalakahle uMhlonishwa Weziwe Thusi, Amakhosi amaLunga ePhalamende nomphakathi ukuyohalalisela lesisikole ngemisebenzi yaso emihle.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

6 myths about male cancer

It is important to be aware of the most prevalent cancer diseases amongst men in our country.

 
 

You won't want to miss...

Who are the highest paid models of 2017?
10 gorgeous plus-sized models who aren't Ashley Graham
5 top leg exercises for men
10 best dressed men of 2017
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.