Siphinde sathola umbiko ongenalo ugcobho kuMcwaningi Mabhuku

2015-12-10 06:00

KUYE kube kuhle ukwenza kahle. Okubanzima kakhulu ukuhlala wenza kahle njalo. Uma sewuqalile ukwenza kahle kubalulekile ukuthi uqhubeke, ungami lapho. SinguMasipala sasihlala sithola umbiko oyi unqualified audit opinion, loko okungekubi kangako.

Kodwa ngenxa yokuthi kukhona okungcono kunaloko sibe sesithi asithole loku okungcono kunakokonke. Kube ngonyaka odlule lapho sithole khona unqualified audit opinion with no matters okuyaye kuthiwe phecelezi Clean Audit opinion.

Loko kwasiphonsela inselelo enkulu kakhulu ukuthi nakuwo lo nyaka siphinde futhi sikhuphule amasokisi sibhukule sithole enye iClean Audit.

Le Clean Audit siyithola simatasa vele simatasa ngentuthuko Sakha imigwaqo, izinkundla zemidlalo, umtapo wolwazi nokunye. Loko kusho ukuthi kukhona imali esiyitholayo futhi esiyisebenzisayo. Ukuyisebenzisa kwethu imali kwenza ukuthi uhulumeni wesifundazwe asengezele ngo R30 million emalini akade esinike yona.

Loko wakwenza ngoba ayikho imali esayiphindisa emuva kuthiwa ayisebenzanga. Ngasosonke isikhathi sihlala njalo sinohlelo lezindawo ekumele sizithuthukise. Kubalulekile ukuthi wonke umuntu oyisakhamuzi kuMasipala waseMzumbe abe nokuqonda okuthi kusho ukuthini ukuthola iClean Audit. Uma umcwaningi mabhuku ecubungula izincwadi zethu ukushilo ukuthi sisesimweni esihle sezezimali. Loko kukhonjiswa indlela esenza ngayo ingqalasizinda yethu singuMasipala. Usincomile futhi ngokuthi simunikeze izincwadi ezingashayisi amakhala indlela ezibhalwe ngayo umbiko wezezimali. Imibiko yezinto esithe sizozenza kwi IDP nakwi SDBIP uthe sithembekile kakhulu nxazonke futhi izinto esasithe sizozenza impela sizenzile. Akutholakalanga ukusetshenziswa budedengu kwezimali.

Ngithanda ukubonga kakhulu wonke amakhansela kuloMasipala. Ngibonge abasebenzi ikakhulukazi lowo oyinhloko uMama Nokuthula Mgijima ngendlela abasebenza ngayo ukuqinisekisa ukuthi senza umsebenzi ngendlela futhi sithola imibiko engenalo ugcobho. Ngonyaka ozayo futhi kumele siphinde futhi siqinisekise ukuthi siyayithola le Clean Audit Opinion.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.