Siqhwashise ngomfutho wegazi ophezulu isibhedlela

2018-07-05 06:00

MHLA zi-30 kuNhlaba izigulu ezingu-56 zendawo zithole ukwehlolwa nkuqwashisa ngesifo somfutho ophezulu wegazi nobuhlewe isibhedlela sesifunda sasePort Shepstone.

Umfutho wegazi ophezulu(Hypertension) udala izifo ezifana neseNhliziyo, ukufa kohlangothi kanye nokungaboni emehlweni.

Kuqhakanjiswe ukubaluleka kokuba kokuhlela nokuqwashisa ngalezi zifo ezilaphekayo nezingathelelani njengalesi somfutho wegazi ophezulu.

Lezi zifo zingumbulalazwe nokwenza kubaluleka ukuba labantu ezibaphethe besheshe bezisukumele ngoba azihambisani futhi azihlalelani nezifo ezingumashaya bhuqe njengesifo saShukela , ukukhuluphala ngokweqile nokungaba nomthelelo wokonakala kwezitho zomzimba kuholele ekudluleni komuntu emhlabeni singakafiki isikhathi.

Inhloso yalokuqwashisa nokuhlolwa komfutho wegazi ukunika ulwazi kumalungu omphakathi ngalesi sifo.

Ongumgqugquzeli walemkhnkaso uMatron Risha Pillay uthe abantu abanomfutho wegazi ophezulu imvamisa abazi ukuthi banawo.

“ yingakho kubalulekile ukuba umphakathi uzohlolwa emitholampilo noma kanye ngonyaka angaze umuntu alinde ukuba aze agule”, ubeke kanje.

Ngalolusuku amalungu omphakathi ahlolelwe nesifo sashukela, iNgculazi ,esoFuba kanye nesimo somqondo.

Abahlanu babe nenkinga basebedluliselwa eklinikhi yaso isbhedlela ukuyolashwa , abathathu bona batholwe umfutho wabo wegazi ubumkhulu kakhulu oyedwa watholakala ukuba unokhwantalala njengoba esanda kuthola ukuthi unesifo somdlavuva kanti iziguli ezili 15 kwezinga-56 ziihlolelwe isfo sesandulela Ngculazi.

“ ukuhlolelwa izifo kubalulekile njengoba kulekelela ekubeni zisheshe zihlonzwe. Njengoba laba abatholwe ukuthi banelezi zifo namuhla hlampe ngabe sibathole sekuhambe isikhathi nebokuzokwenza kube nzima ukungenelela . yingakho sinxusa umphakathi ukuthi uhlole ngazo zonke izikhathi,” kubeka uPillay.

Abaphathi besibhedlela sase Port Shepstone babonge abaphathi base Bargain Wholesalers ngokubavumela ukuqhuba lomkhankhaso endaweni yabo iArcade Centre.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/World
 

Our top picks for doggo post of the week

All the best social media shared posts about our favourite furry friends!

 

Paws

Meet the unstoppable two-legged cat taking over the interwebs!
10 foods you should NEVER feed your dog!
Pet owners are spending thousands on animal birthday parties! Here’s why…
WOOF Project: The pop-up dog adoption station
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.