Sixoxa ngomculo noMshedis

2016-06-09 06:00
PHOTOS: precious Gumede Mshedis Xolo.

PHOTOS: precious Gumede Mshedis Xolo.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UQWEQWE lomsakazi oselumnkantshubomvu endimeni yezomculo uShadrack ‘Mshedis’ Xolo ucobelela abafundi beFever ngolwazi analo lwezomculo ukuze bazi ithalente esinalo eNingizimu Afrika.

Lomsakazi wesiteshi iRadio Sunny South uzwakala emoyeni njalo ngeSonto ntambama ethula uhlelo lomculo we-jazz.

UMshediz uthe akasithi fahla ngoSipho ‘Hotstix’ Mabuse owaziwa ngeculo lakhe elashisa izikhotha ‘i-Burn Out’.

“USipho Hotstix Mabuse uqale ukubonakalisa ikhono lakhe esemncane esafunda eOrlando High lapho aqala ukudlala amadramu edlalela iqembu lesikole lamadrum majorates.

Uthe ngokuhamba kwesikhathi eselapho esikoleni wahlangana nabanye abebenekhono lokudlala umculo bakha iqembu bazibiza ngamaBeaters, okubalwa kulona uSelby Ntuli noAlec Khaoli. Leliqembu lalihambela izikole lidlala umculo owuhlobo lweAfro rock. Likhulile-ke iqembu lavakashela iRhodesia, eZimbabwe lavakashela kwinhloko dolobha yakhona iHarare lapho lafika lathanda leligama leHarare lagcina selizibiza ngalo.

Eqenjwini kwase kujoyina uMonti Saitaina Ndimande owayedlala isiginci kanye noOupa Sixwale owayedlala amapacker sheets. Likhulile iqembu iHarare laduma kakhulu ngasekupheleni kweminyaka yama-70’s kuya kuma 80’s kwajoyina uThelma Segole. Wadlula emhlabeni uSelby isikhala sakhe sathathwa uMasike ‘funky’ Mohapi kwajoyina noCharles Ndlovu ubengumdlali we-piano.

Kuthe ngama 80’s bashisa izikhotha nomculo weAfro rock waqala ukuduma kwakhona namanye amaqembu afana noMlapoets, Kabasa kanye neOSibisa. Lomculo waqhubeka kwahamba laphela iqembu uHotstix wayesezimela yedwa lapho enza izingoma zakhe Shikisha, Burnout nezinye eziningi.

Ubonile ukuthi umculo i-Afro rock uhambe wagcina ungase nalo isasasa wabona ukuthi akangene kuhlobo lomculo we-jazz wakhipha izingoma zakhe iThaba Bosiu kanye no-Rumba mama nezinye. Ezinye zezingoma zakhe uzobe ezicula kwi-Ugu Jazz Festival ngomhlaka 25 June khona la-ePort Shepstone. Uzobe eqala ukuza la esezimele yedwa njengoba agcine ukufika esekuyona iHarare.

Wenza umlando uSipho eseneminyaka engu-60 waphindela esikoleni lapho aqedela umatikuletsheni wakhe. okwakuyindlela ayegqugquzela intsha eyibonisa ukuthi imfundo ibaluleke kangakanani, futhi ayikho into umuntu angaba iyona ngaphandle kwemfundo.

Uyivale lapho ke uMshedis wathi abafuna ukumlandela bangalalela uhlelo lakhe kuRadio Sunny South njalo ngeSonto ntambama kusukela ngehora lesithathu kuya kwelesihlanu.

Kuze kube ngokuzayo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/World
 

WATCH: Man films himself going down water slide upside down as things go very wrong…

What is at first an exciting tummy-turning adventure stunt, quickly turns into a scarily bad idea caught on camera. Take a look:

 
 

You won't want to miss...

WATCH: Conor McGregor: Notorious the trailer
Best date night restaurants in South Africa
WATCH: Ryan Reynolds offers fans a free tattoo in new Deadpool 2 teaser
Should you date your co-worker?
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.