Ubuyisa umculo weJazz

2018-12-06 06:02
Sami Addis PHOTO: supplied

Sami Addis PHOTO: supplied

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

EMVA ngekweminyaka engu -15 enandisa , umculi uSam Addis uzokhipha icwecwe lakhe elizobe liqgabe ngesgubhu sase-Afrika.

Ube eseveza ukuthi lelicwecwe liqukethe izingoma zawo wonke umuntu, akukhetheli bala ngisho neminyaka.

Lo mculi ongawokudabuka e-Eastern Cape uthe okwenza umculo kube uthando lakhe lokuqala ingenxa yendlela akhuliswa ngayo kwelakubo eMpumalanga.

Leli cwecwe azolikhipha ngomhlaka 8 eGamalakhe uthe lizojabulisa abalandeli bakhe abadala kanye nabancane.

Ekhuluma nephephandaba iSouth Coast Fever ngothando lakhe lomculo uthe ukukhula kwakhe endaweni yaseTranskei (Eastern Cape) wayejulile ehlezi elalela umculo wobuhlanga yamaXhosa njengezinye izingane.

“Ngangikuthokozela uuba lingisela indlela ababesho ngayo imsindo yobuhlanga , indlela ababedansa ngayo ngisho ukuhaya izibongo,” kusho yena.

Lo mculi uveze ukuthi usakhumbula eqala ukudlala phambi kwabantu futhi nendlela ekwakuyiyo.

“Yize unyaka nosuku ngingasakukhumbuli kodwa ngazi kahle ukuthi kwakuyi lana KwaZulu Natali, ngangidlalela izihlwele esiteshini sezitimele ekwakuthiwa Izotsha Banana Express.

Ngangithukile kodwa ngijabula futhi ngoba ngangidlalela izihlwele eziyingxube vango njengoba kwakukhona nezihambeli zangaphesheya kwamazwe,” kuchaza u-Addis.

Njengomuntu osebekumkhakha wezomculo ngaphezu kweminyaka eyishumi, uthe ezamaciko zaso-Ogwini oluseNingizimu ithalente lihle kakhulu ngokuhlukana kwezigaba zawo futhi liyancomeka.

“Inkinga esinayo ngabaculi balapha ukuthi banethemba lokuthi ngelinye ilanga abantu bayohlangana badingide ukuthi basobasiza.

Basacabanga ukuthi uhulumeni unendaba ukuthi angabaqashafuthi ubaholele.

Sengibone abaculi abaningi beyeka imsebenzi, bekhalaza, bengxeka wonke umuntu futhi ikakhulukazi uhulumeni kuhlezi kuzoba iwona abavika ngawo,” kubeka lomculi.

Esevala uthe indawo yasogwini akusona isiqhingi ekunqantshiwe nezinsiza kanye namathuba angaphandle ngoba uyingenye yomphakathi jikelele.

“Uma kukhona labo abazimisele ukukusiza kodwa bangaphumelile, ungalilahli ithembe ikakhulukazi uma umkhiqizo wakho umnandi ngoba umhlaba uzowufuna,” kubeka lona.

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.