Ukhalazele amanzi umphakathi

2017-11-16 06:00
ISITHOMBE: THAMI KA-NKOSIAmalungu omphakathi egcwele umgwaqo eMurchison ngoLwesihlanu ekhalazela amanzi.

ISITHOMBE: THAMI KA-NKOSIAmalungu omphakathi egcwele umgwaqo eMurchison ngoLwesihlanu ekhalazela amanzi.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UMPHAKATHI waseMurchison uvuke umbhejazana wagcwala umgwaqwo ngoLwesihlanu olwedlule lapho kade ukhala khona ngokungabi nawo amanzi.

Lokhu kulandela isiteleka sabasebenzi bakamasipala woGu esithathe cishe isikhathi esingangesonto. Izindawo eziningi zisale zingenawo nhlobo amanzi.

Umphakathi wavala umgwaqwo izintathakusa ngaserenki yamatekisi eMtengwane nokwaholela ekutheni abantu abaningi bagcine bengakwazanga ukulubhada emisebenzini.

Ngokusho kwelunga lomphakathi uMnu Ziphatyhele Mhlongo uthe iningi labantu lisale dengwane ngaphandle kwamanzi.

Uthi besingekho isidingo sokuba isimo sigcine sesisibi ngaloluhlobo kodwa nomphakathi usuqala ukuzwela ngesimo sokungabi nawo amanzi endaweni.

“Kukhona abantu abadala abangakwazi ukuzikhelela bona amanzi obese kuphoqa ukuba baphile ngokusizwa ilabo abakwaziyo ukuwathola nabasebenzinsa izimoto zabo ukuwakha ezindaweni ezithile,” echaza.

Uthi okunye obekuba kubi kakhulu ngukuthi besekuphoqeleka ukuthi abanye bagcine sebengena emahlathini ukuze bakwazi ukuzikhula.

Kuwona lowomnyama umasipala ugcine ululungisile udaba nabasebenzi njengalokhu indlala yamanzi igcine iphendulekile kwezinye izingawo abuya amanzi.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
 

And the Paws24 and Hill's winners are ...

Find out who the winners of our Paws24 pet pics and Q&a competitions are...

 

Paws

Keep your family and pets safe from rabies
5 scientific benefits of owning a cat
Why we love cats
8 great natural remedies for your pet
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.