Umasipala unikele ngezindlu zomxhaso

2018-08-16 06:00
Ngesikhathi kunikelwa ngezindlu eMerlewood (kwesokunxele) UMnuz Selvon Chetty, uDoctor Njoko, uNkk Cynthia Mqwebu, Nks Nomathemba Mancotywa, uMnuz Roni Nair noNks Mosley Lubanyana. ISITHOMBE: SITHUNYELWE

Ngesikhathi kunikelwa ngezindlu eMerlewood (kwesokunxele) UMnuz Selvon Chetty, uDoctor Njoko, uNkk Cynthia Mqwebu, Nks Nomathemba Mancotywa, uMnuz Roni Nair noNks Mosley Lubanyana. ISITHOMBE: SITHUNYELWE

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

KUBE wusuku olugcwele injabulo ebihambisana nomunyu kubahlali base-Merlwood njengoba umasipala waseRay Nkonyeni enikele ngokusemthethweni izindlu ezingama-71 kwathi ezingama-55 zanikezelwa kwabesifazane.

Lezi zindlu zinikelwe ngokusemthethweni kubamikazi bazo nguMeya waMasipala uNkk Cynthia Mqwebu ehambisana namakhansela alomkhandlu ngoLwesibili olwedlule.

UMeya uthe bengumkhandlu bakuthokozele kakhulu ukunikela ngalez izindlu ikakhulukazi njengoba kuyinyanga yabesifazane futhi kuyibona abaningi abazo hlomula kuloluhlelo lwezindlu zikahulumeni.

Uthe: “Kuqala kwakungavumelekile ukuba abantu besifazane babe nezindlu ngokusemthethweni kodwa manje ngiyajabula ukuthi kubantu abangama-71 abangama-55 babo ngabantu besifazane futhi lokho kwenzeka kahle njengoba siqala inyanga yabantu besifazane,”kubeka uNkk Mqwebu.

Uveze ukuthi lezi zindlu zakhiwe ngemali engaphezu kweyizi-30 zamarandi ukuze kubuyiselwe isithunzi salabo abebe ngenazo izindawo zokufihla amakhanda ezifanele.

“Njengoba owethu umsebenzi sesiwuphethile manje sekulungiswa indaba yokuthi kufakwe amanzi nezindlu zangasese nokungeke kuthathe isikhathi eside ngaphambi kokuba kuqedwe,”kubeka yena.

UNkk Mqwebu uphethe ngokubongela bonke abahlomulile ohlelweni lwezindlu wabe esebathembisa ukuthi amatayitela ezindlu zabo azobe eselungile kungakapheli isikhathi eside.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.