Umasipala uyikhipile imvume yerenke kuRyder Street

2016-04-28 06:00

ISICELO sehlangano yamatekisi athutha umphakathi yohlobo lwezimoto ezincane iSizanani Meter Taxi association siphenduliwe. Lokhu kulandela ukumiswa kweSheppy Cabs enye inhlangano ebisebenza lomsebenzi ngokungekho semthethweni. ISizanani isinesikhthi eside isebenza edolobheni lasePort Shepstone ngokusemthethweni eduzane neShoprite. Lenhlangano iyona kuphela egunyaziwe ukuba isebenze.

NgoLwesibili udaba lwayo lokucela ukusebenzela kuRyder Street lubhekisisiwe ngesikhathi kuhleli amakhansela aseHibiscus Coast Municipality.

“Amakhansela asiphasisile isicelo namhlanje. Kusukela manje iSizanani isinikiwe imvume, isizosebenzela kuRyder Street. Njengomasipala besilwa nodaba lokuvalwa kwamarenke angekho semthethweni ingakho nje iSheppy Cabs nayo ivaliwe ngoba iyinhlangano engekho emthethweni,” kusho imenenja kamasipala uMnu. Max Mbili.

AbeSizanani nabo bathe kubajabulise kakhulu ukuthi banikezwe imvume. USnothi Nyathi weSizanani uthe yize bengakalunqumi usuku lapho bezoqala khona ukusebenza kuRyder Street bayathanda ukuthi umphakathi ubhekisise izimoto ozigibelayo kuyona leyarenke.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.