Umphakathi uthi awutshelwa lutho ngezinhlelo zikahulumeni

2015-12-10 06:00

BAHLULEKE ukuzibamba abomphakathi waseBhomela esigcemeni 24 ngesikhathi kulethwe izinsiza zabathungi zilethwa ungqongqoshe wezokuthuthukisa amakhaya nezolimo uNkk. Mashego Dlamini.

Umphakathi unikezwe ithuba lokubuza imibuzo ngentuthuko kanye nezinsiza ezidingwayo emphakathini.

Umsebenzi womnyango oqondene nokuthuthukiswa kwentsha kwezolimo uMnu. Mthokozisi Thabethe ubalisele umphakathi ngezinhlelo ezimbili abaphezu kwazo bewumnyango.

UThabethe uthe kunabafundi abangamashumi amane abathathiwe emkhandlwini emikhulu eyishumi kuyona yonke iKwazulu-Natal ukuba bayofunda ngezolimo kanye nabanye abangamashumi amane futhi asebephothulile izifundo zabo zolimo ukuba basebeze kumaproject amaAgripark.

Uthe kumasipala wasOgwini kuthatwe abafundi abane.

Uphinde wachaza ukuthi abanye abane bakuwona lomasipala wasogwini sebegogodile kwezolimo kanti bazosebenza ngaphansi komnyango isikhashana nje ukuze bathole isipiliyoni kulama Agripark azokwakhiwa.

Umphakathi waseBhomela awukuthokozelanga lokhu okushiwo uThabethe ngoba uthi wona awutshelwanga ngesikhathi kufunwa labafundi.

UNksz. Fikile Mbhele ubuze umbuzo wathi kungani bona endaweni yabo kungamemezelwanga ukuthi kufunwa abafundi nokuthi kungani kuthathwe abantu abangasibona baseBhomela noma Enyandezulu ukuba bayoqeqeshwa bese bezosebenza kumaCo-operative aseBhomela.

Ube yedwa Ugogo osukumile wabonga amageja abasanda kuwathola kumasipala waseHibiscus Coast.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

How to open a beer bottle without an opener

Do the right thing and never be thirsty again…

 
 

You won't want to miss...

WATCH: Man films himself going down water slide upside down as things go very wrong…
WATCH: Conor McGregor: Notorious the trailer
Best date night restaurants in South Africa
WATCH: Ryan Reynolds offers fans a free tattoo in new Deadpool 2 teaser
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.