Umphakathi wakwaXaba ufuna incazelo

2016-03-03 06:00

Umphakathi wakwaXaba eGamalakhe esigcemeni u27 uthi ufuna incezelo ngokwakhiwa kwezindlu zemixhaso njengokusho kukangqongqoshe wezezindlu esifundazweni uRavi Pillay ngonyaka odlule. Ungqongqoshe wathembisa abahlali bakwa Xaba ukuthi bazokwakhela izindlu ezi-2000 ezizophela ngonyaka we-2017.

Emva kwemihlanagno eminingi ebanjwe umphakathi kuphume isinqumo sokuthi ukwakhiwa kwezindlu akumiswe kancane ngenxa yokudideka kwabahlali. Okhulumela amalungu omphakathi kuward27 uSelby Mzindle uthe kube nokungatholani okwenzekile kulomphakathi mayelana nokwakhiwa kwalezindlu.
“Khona ukudideka okubekhona ngesikhathi inkamapni eyenza iconsulting ithi emhlanganweni kuzokwakhiwa izindlu ezingama-500 endaweni yakwa Xaba. Lokhu akusikona esakuthenjiswa uPillay. UMec wasitshela ukuthi izindlu zizoba yizi-2000, ingakho sithe akungaqalwa ukwakhiwa. UMzindle uthe njengomphakathi bathathe isinqumo sokuthi akubuye uPillay azobachazela kabanzi ngalokhu abakuzwayo. Okhulumela umasipala iHibiscus uNomusa Zulu uthe bayitholile incwadi evela emphakathi wakwaXaba.

“Incwadi siyitholile kodwa sisazama ukuba siyidlulisele kungqongqoshe uRavi Pillay.

Abahlali bazoyithola incazelo abayidingayo,” kusho uZulu.

Okhulumela umnyango kaRavi Pillay akatholakalanga ukuba aphawule ngaphambi kokuthi kushicilelwe iphepha.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

6 myths about male cancer

It is important to be aware of the most prevalent cancer diseases amongst men in our country.

 
 

You won't want to miss...

Who are the highest paid models of 2017?
10 gorgeous plus-sized models who aren't Ashley Graham
5 top leg exercises for men
10 best dressed men of 2017
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.