Unesiphiwo sokubhala umculo

2017-06-29 06:01
USphepho (ogqoke umjiva oluhlaza satshani phambili) Nabafana bakaCele.PHOTO: Vusi mthalane

USphepho (ogqoke umjiva oluhlaza satshani phambili) Nabafana bakaCele.PHOTO: Vusi mthalane

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

ISIPHIWO sokuqamba izingoma nothando lokujabulisa abathandi bomculo yikona uThemba “Sphepho Sezulu” Cele athi kwamholela kulomkhakha akuwona.

Lensizwa engeyokudabuka eMehlomnyama ngaphansi kukaMasipala uMzumbe icula umculo kamaskandi kanti futhi isanda kudedela icwecwe elisha ceke eliphume ezinyangeni ezimbili ezedlule.

Kuleli cwecwe uhambisana namabhungu agida nawo kanti sebebonke bazibiza ngoSphepho Sezulu Nabafana BakaCele, kanti igama lecwecwe lithi “AmaQuantum.” Zonke izingoma ezikule-album zihlabahlosile impela njengoba nomhleli waleliphephandaba ezizwele naye wabhema wakholwa.

USphepho uthi uke wakhipha i-album ye-gospel ngowe2007 kodwa wathola ukwelulekwa okuthi izwi lakhe lilungele umculo kamaskandi ngoba uyakwazi futhi nokushaya isiginci.

Ubonge kakhulu kumasipala ngokuxhasa amaciko aseMzumbe ukuze uqhakambise amakhono awo.

Miningi imisebenzi ayenzayo uSphepho uma engekho siteji kanti futhi ubuye elaphe nabantu ngokwesiNtu.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.