Unezifiso ezinhle

2018-05-24 06:00
UMxolisi Cyril Mavundla ongu-Dj waseGamalakheisithombe: sithunyelwe

UMxolisi Cyril Mavundla ongu-Dj waseGamalakheisithombe: sithunyelwe

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

USEZAKHELE udumo kwezomculo u-DJ wohlobo lomculo we-Deep House uMnuz Mxolisi Cyril Mavundla owaziwa ngelika ‘DJ Cyril’ wase Gamalakhe.

U-DJ Cyril uthe uthandolwakhe lomculo lwaqala esemncane ngesikhathi efunda emabangeni aphakeme eGaleni High School eGamalakhe.

Uqhube izifundo zakhe zikamatikuletsheni e-Intec College.

“Ngizibona nami ngelinye ilanga ngisezingeni lika DJ Tira ongu-Dj nomsunguli we-Afrotainment Studios. U-DJ Tira usephumelele kwezomculo. Ayikho into enzima uma ukhuthele futhi uyazi into oyifunayo. Nami ngizibona ngiphumelela kwezomculo,” kusho yena.

Uthe unesifiso sokuthi ngelinye ilanga abe nebhizinisi lakhe lo mculo.

“Ngifisa ukuthi ngelinye ilanga ngizenzele owami umculo ngibe nebhizinisi ukuze ngifukule o-Dj abasafufusa ngibalekelele ukuthi beveze ithalente labo njengoba kuthiwa indlela ibuzwa kwabaphambili.”

U-DJ Cyril usezamile ukulandela ezinyathelweni zika saziwayo u-Dj Tira njengoba wasungula inkampani ebizwa ngokuthi yi-Gigs 4 Africa ebambisene nomngani wakhe uMnuzThulani Magubani ngo-2015.

“Le nkampani sayiqala ngenhloso yokubolekisa nge-sound kubalwa ama-speaker, ama-microphone nezinsimbi emcimbini eyahlukene emphakathini futhi siba nezinhlelo lapho siqeqesha khona o-DJ.

“Emva kwesikhathi kwaphoqeleka ukuba ngiyiqhube ngedwa lenkampani ngenxa yokuthi uMnuz Magubane waye banjwe umsebenzi awenzayo.

Kuyimanje isakhona le nkampani futhi iyathuthuka

“Le nkampani ibe nohlelo lokuqeqesha o-Dj kanti sebebaningi abafundiswe yile nkampani.

Mukhulu umehluko esiwenzile yize kwakunzima ukuthola umsebenzi kepha manje uMasipala usuyasiqasha emicimbini”

Uthe unesifiso sokuthi i-Gigs for Africa ibeithuthuke ngendlela eyisimanga.

Uqhube wathi uzimisele ukuthi asebenzisane nomphakathi njengoba umsebenzi wakhe ewuqhuba eGamalakhe nakwezinye izindawo uma eqashiwe.

U-DJ Cyril uvamise ukudla eKasified Eksperience njalo ngama Sonto.

Uthe abafisa ukwazi kabanzi ngaye noma ngenkampani yakhe i-Gigs for Africa bengaxhumana naye ekhasini lakhe ku-Facebook elithi:Cyril Mxolisi Mavundla, ele nkampani lona lithi: Gigs 4 Africa noma kwi-Instagram ekhasini elithi: mavundlacyril.

Abantu bengakwazi ukuthumela umyalezo ngekheli le email elithi: mavundlamc0@gmail.com noma beshayele inombolo yocingo ethi:
076 157 3599 noma 071 847 3575.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.