Unxenxa amavoti umculi wokholo

2018-11-29 06:00
PHOTO: supplieduMnuz Sibonelo Zaca

PHOTO: supplieduMnuz Sibonelo Zaca

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UQOKELWE kowezindondo owaziwa ngama Live Your dreams umculi wokholo uMnuz Sibonelo Zaca, nazobanjelwa eDurban Playhouse ngomhlaka 24 kwephezulu (November).

Lo wokholo uqokwe kumkhakha we- Best Upcoming Artist ngengoma yakhe ethi Hambanami.

UMnuz Zaca owakhiphe icwewe lakhe lokuqala ngoMeyi kuwona lonyaka eliqukethe izingoma eziwu-10 uveze ukuthi aukho okumjabulisayo njengokuthi sezike zidlalwe emcimbini ehlukene okubalwa kuzo namasonto.

Lo mculi oneminyaka ewu-25, odabuka endaweni yaseBulwer, eMnyamaneni uthe waqala ukucula ngonyaka ka 2008 kanye neqembu elibizwa ngokuthi i-Stars of God elalakhiwe ngabesilisa abayisishagalombili. “Ngaqala ukubona ukuthi ngiyakwazi ukucula ngesikhathi ngiphiwa ithuba esontweni futhi ngangabe ngisabheka emuva kodwa ngaqhubeka ngaze ngafinyelela lana,” kusho yena.

Eqhuba uthe uyaqala ngqa ukungenela umncintiswano futhi uyathandaza ukuthi ithathwe nguye lendondo.

“Nginesifiso sokuthi ngb nestudio sami, okulapho ngizosiza abantu abasebasha ngokuba phrojusela izingoma zabo,” kubeka yena.

Ukuze awine lomculi unxusa umphakathi womkhandlu waseHarry Gwala ukuthi umvotele khona ezobuya nayo lendondo. “Ukuze ngibuye nayo ekhaya lendondo ngicela umphakathi wakithi ukuthi ungivotele,” kunxenxa lomculi.

Abafisa ukubona lu mculi ebuya nayo lendondo bangathumela iSMS : LYD 123 to 45633.i

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.