Uqokelwe kowama-AFRIMA owaKwaZulu Natali

2018-11-22 06:01
uSibusiso Mash Mashiloane PHOTO: Supplied

uSibusiso Mash Mashiloane PHOTO: Supplied

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UMCULI waseThekwini uSibusiso Mash Mashiloane uqokwe emikhakheni emibili kumcimbi wezindondo obizwa ngokuthi Africa Music Awards (AFRIMA) ozobanjelwa ezweni laseGhana, e-Accra ngomhlaka 24 kwephezulu (November).

USibusiso Mash Mashiloane ongumculi wejazz, ogama lakhe alidingi nakuchazwa ngoba ngisho esikoleni wayephasa ngamalengiso futhi unogqozi nobufuqufuqu bawo loluhlobo lomculo kuvele ukuthi uneziqu zeMasters in Jazz Performance futhi waphasa ngamalengiso enyuvesi yaKwaZulu Natali (University of KwaZulu Natal).

Lo mculi oqokelwe emkhakheni we-Best Male Artist kanye neBest Artist in Africa Jazz, ngengoma yakhe ethi Niza ethathwe kwicwecwe lakhe lesibili elaziwa ngokuthi Rotha-A Tribute to Mama ayikhipha ngonyaka odlule uthe ujabule ngokungalinganiswa nalutho ngokuqokwa kwakhe.

UMash uveze ukuthi lengoma aqokwe ngayo kulemikhakha yombili, ikhuluma ngemumva lakhe, lapho akhululela khona. “Lengoma ikhuluma ngethoya lalapho engisuka khona,” kusho yena. Kanti uthe ujabule futhi uyaziqaja ukuthi uzobe emele izwe lakhe, iNingizimu Afrika kulomcimbi wezindondo i-AFRIMA. “Mina nomculo wami sakhiwe indawo engibiza ngekhaya futhi ngabe angikhiqizi lutho ngaphandle kokuthola ugqozi kwizwe lakithi kanye nedolobha lami,” kusho yena.

Abafuna ukuvotela uMashiloane bangavakashela iwebsite ye-AFRIMA ku-https://afrima.org/voting2018 ukuze ezokwazi ukubuyisa lezizindondo eNingizimu Afrika.

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.