Uthi kumele libumbane iqembu

2018-10-18 06:03
isithombe: thami ka-nkosiAmalunga eNkatha freedom party emi NoHassan Motala oyilunga lesigungu esiphezulu eqenjini.

isithombe: thami ka-nkosiAmalunga eNkatha freedom party emi NoHassan Motala oyilunga lesigungu esiphezulu eqenjini.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

IQEMBU lenkatha Freedom Party esifundeni soGu selinxenxe ukuba wonke amalunga abumbane futhi akwazi ukubambisana njengalokhu kubhekwe okhethweni lohulumeni bakazwelonke ngonyaka ozayo.

Lawa ngamazei kasihlalo waleliqembu uSifundo ngwane ngesikhathi eqeda ukuqokwa njengosihlao weqembi emasontweni ambalwa edlule.

UNgwane uthi njengalokhu iqembu lakhe lie labamba ukhetho lokukhetha ubuholi emasontweni ambalwa edlule kubonakale ukukhula okukhulu emalangeni aleliqembu njengalokhu amanye ayekade ephakanyiswa ayevele angazimukeli izihlalo ngoba enzela ukuba kungabibikho ukuhudulisana Kanye noqhekeko eqenjini.

Ungwane ukusho lokhu nje iqembu lilungiselela ukhetho lokuchibiyela oluzoba seGamalakhe kuyona lenyanga.

Ungwane uthi ubuholi baleliqembu Kanye namalunga alo azimisele ukuthi abone iqembu lenza kahle uma kuyiwa okhethweni.

“Akukho okubaluleke njengokubumbana nokusebenzisana nazozonke izinhlaka ezithintekayo ekukhuliseni iqembu, Angeke nangengozi sivume ukuthi ingozi eyake yasigqema kuba khona uqehekeko eqenjini kuze kuzaleka amanye amaqembu iphinde isishaye futhi,”kusho uNgwane.

Elinye ilunga leqembu leNkatha elingavumelekile ukukhuluma nabezindaba liveze ukuthi okuhle kakhulu ngukuthi kunamalunga amaningi eqembu ayekade ehambile ngesikhathi kuqala uqhekeko aya eqenjini leNational Freedom Party.

Lelilungu lithi kukhombise okukhulu ukuvuthwa emalungwini eqembu ukubabuyisa Kanye nokubemukela kanti lokho kuzosiza iqembu ekutheni likhwazi ukuba likhule futhi libuyise nesithunzi salo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.