Uzojabulisa umphakathi wangakubo uSifiso Ncwane

2016-04-21 06:00
PHOTO: precious gumede Uzobe egubha usuku lakhe lokuzalwa uSifiso Ncwane kwaQoloqolo eMtwalume.

PHOTO: precious gumede Uzobe egubha usuku lakhe lokuzalwa uSifiso Ncwane kwaQoloqolo eMtwalume.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

OWOKUZALWA eMtwalume kwaQoloqolo umculi wokholo uSifiso Ncwane uthe uzogubha usuku lwakhe lokuzalwa ngakubo kulonyaka. USifiso uthe usuku lwakhe ubejwayele ukulugubha nomndeni wakhe nabaseduzane naye.

Ekhuluma nabezindaba uNcwane uthe kulonyaka ukhethe ukuqoqa umphakathi wangakubo. Usuku lukaNcwane lozogujwa izinsuku ezimbili Mhlaka 22 no 23 April esikoleni KwaNojeza ngo10 ekuseni.

Okhulumela uNcwane ophinde abe ngunkosikazi wakhe uNkk. Ayanda Ncwane uthe kuzoba yimpelasonto emnandi impela emphakathini.

“Sesiqalile ukulungisela lempela sonto njengoba kuzobakhona izinto eziningi ezahlukahlukene, kusho uNkz Ncwane.

“Lesi sikole sizosipenda siphinde silungise namawindi angekho esimweni esigculisayo njengoba ephukile nokunye ukuze kuthi kufika lolusuku olukhulu, konke sekulungile, kusho yena.

UNkk. Ncwane uthe imbangela yokuthi bakhethe ukuthi bazojabula ekhaya enye futhi ebaluleke kakhulu ukuthi

lendawo yakwaQoloqolo ibaluleke kakhulu kumyeni wakhe njengoba umama wakhe wamzalela khona kwathi esenamasonto amabili wathathwa uLindeni Mthembu ongu dadewabo kawakhe wamkhulisa, khona futhi kulendawo.

“Sijwayele ukuvakasha kulendawo kodwa iqiniso lithi iyohlale ibalulekile empilweni kababa uNcwane kusho uNkk. Ncwane.

Lomcimbi wogugubha iminyaka engamashumi amathathu nesikhombisa (37) kaSifiso Ncwane uvulelekile kumphakathi wonke.

UNkk. Ncwane uthe ngoMqibelo kuzoba khona umqhudelwano webhola lezinyawo, ezinkundleni zomphakathi eMatyanini, lapho bezonikezela abazowina ijezi leebhola kanye nomklomelo wemali engu-R1000, imvu kanye nendondo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

6 myths about male cancer

It is important to be aware of the most prevalent cancer diseases amongst men in our country.

 
 

You won't want to miss...

Who are the highest paid models of 2017?
10 gorgeous plus-sized models who aren't Ashley Graham
5 top leg exercises for men
10 best dressed men of 2017
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.