Wamukelwe ngendumezulu unobuhle

2016-08-04 06:00
PHOTO: precious gumede  UAmahle Ngaleka (kwesokunxele) nogogo wakhe uDanisile Ngaleka.

PHOTO: precious gumede UAmahle Ngaleka (kwesokunxele) nogogo wakhe uDanisile Ngaleka.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UMNDENI wakaNgaleka eGamalakhe ubambisene nomasipala woGu bamukele uAmahle Ngaleka ekhaya emva kokuthi ephume phambili konobuhle abakade beyo modela uMiss Tourism Universe South Africa eMpumalanga emasontweni adlule.

UNgaleka uwine imoto entsha, umuzi osedolobheni eThekwnini kanye nokunye okuningi. Umcimbi wokumamukela ubanjwe ekhaya kubo lapho umndeni, abangani bakhe bebehlangene bemfisela izilokotho ezinhle njengoba eyomela iSouth Afrika eLebanon ezinsukwini ezizayo.

UMondli Ncane umphathi wehhovisi lentsha Ogwini uthe kuyaqala Ogwini ukubakhona umuntu ophumele kulelizinga uNgaleka aphumelele ngalo. Uthe umasipala uyaziqhenya ngaye futhi uzoqhubeka umeseke njalo.

UNgaleka udlulise amazwi okubonga emndenini, kakhulukazi uGogo wakhe ngokumeseka.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.