Ubuholi obusha beNFP kulesi sifunda

2015-06-17 06:00
ISITHOMBE: SITHUNYELWE
UNobhala wesifunda uMnuz Antony Xulu, unobhala wephiko labesifazane uNkk Pinky Nzuza, uSihlalo wephiko lentsha uMnuz Shoes Manqele, uSihlalo wesifunda uMnuz Themba Mbatha, uMgcini wezimali wephiko labesifazane uNkk Thandeka Dl

ISITHOMBE: SITHUNYELWE UNobhala wesifunda uMnuz Antony Xulu, unobhala wephiko labesifazane uNkk Pinky Nzuza, uSihlalo wephiko lentsha uMnuz Shoes Manqele, uSihlalo wesifunda uMnuz Themba Mbatha, uMgcini wezimali wephiko labesifazane uNkk Thandeka Dl

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

KWAMUKELWE ubuholi obusha beNFP besifunda iLembe emcimbini obubanjelwe emahhovisi aleliqembu, KwaDukuza, ngoMgqibelo.

Iqembu lithule abaholi besifunda baleli le qembu kanye nabaholi bephiko labesifazane kanye nelentsha. Usihlalo wesifunda iLembe uMnuz Themba Mbatha uthe lobubuholi bakhethwa ngomhlaka 26 kuMbaso (April).

UMnuz Mbatha uthe: “Sifisa ukwazisa umphakathi ukuthi iqembu likhona kulesi sifunda, nokuthi lobuholi obukhethiwe busemthethweni,” kusho yena.

Uqhube wathi iqembu leNFP lizimisele ukunikeza abantu abanga phansi kwesifunda iLembe izinsiza nqangi ngaphandle kokuba thembisa izithembiso ezingafezeki.

Uthe: “Asilindi ukwenza izithembiso ngoba sekuza ukhetho, kodwa sicela umphakathi usinikeze amandla ngokusivotela ngonyaka ozayo ukuze bezophuma ebugqileni ababhekene nabo njengoba sibona nentsha isingene ezidakamizweni, enye idayisa ngomzimba ngenxa yokuthi ayiwutholi umsebenzi ibe inawo umatikuletsheni,” kusho uSihlalo weNFP wesifunda.Uqhube wathi njengobuholi obusha bazimisele ukusebenzisana nawo wonke amalungu e-NFP ngisho nalabo ababephikisana nokukhethwa kwabo.

Uthe ubuholi besifunda buhlonipha bonke ubuholi obuphethe IqembU njenga manje, kusukela kwizifunda, isifundazwe kanye nobuhole bukazwelonke.

Ubuholi beNFP kwisifunda ilembe bumi kanje, uSihlalo uMnuz Themba Mbatha, usekela wakhe uMnuz Thembinkosi Ntuli, unobhala Antony Xulu, uSekela kaNobhala uMnuz Kwazi Ntshangase, uMgcini zimali uMnuz Sipho Khuzwayo kanye noProject Cordinator uNkk Happiness Sokhuthu

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

24.com publishes all comments posted on articles provided that they adhere to our Comments Policy. Should you wish to report a comment for editorial review, please do so by clicking the 'Report Comment' button to the right of each comment.

Comment on this story
0 comments
Comments have been closed for this article.

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/World
 

WATCH: Man films himself going down water slide upside down as things go very wrong…

What is at first an exciting tummy-turning adventure stunt, quickly turns into a scarily bad idea caught on camera. Take a look:

 
 

You won't want to miss...

WATCH: Conor McGregor: Notorious the trailer
Best date night restaurants in South Africa
WATCH: Ryan Reynolds offers fans a free tattoo in new Deadpool 2 teaser
Should you date your co-worker?
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.