Abasebasha bafuna ukunqanda ubugebengu

2015-12-02 06:00
x

x

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UMNYANGO wezokuPhepha, nokuXhumanisa uMphakathi ubuhlele inkulumo-mpendulwano ebanjelwe ehholo lo mphakathi eThukela, ngoLwesihlanu oledlule, ngomhlaka 27 kuLwezi (November).

Umhlangano ubuhanjelwe uKhomishana wamaphoyisa esifundazwe, u-Lieutenant General Mmammonye Ngobeni, uSihlalo wama-CPFs esifundazwe uMnuz Desmond Mntambo, uSihlalo we-Youth Desk uMnuz Lungelo Zulu, u-Cluster Commander KwaDukuza u-Brigadier Bheki Zondi kanye namalungu omphakathi. Inhloso yalenkulumo-mpendulwano bekungukuthola indlela imphakathi engasebenzisana ngayo namaphoyisa ukulwisana nobugebengu.

UMnuz Zulu uthe siyabhebhetheka isihlava sobugebengu emphakathini yesifundazwe. Uqhube ngokuthi anxuse abantu abasebasha ukuba bedlale indima ekulweni nobugebengu. Uthe: “Abantu abasebasha banamandla okubhekana nalesi simo, yibona abangenza imphakathi yabo ukuthi ibenokuphepha,” kusho uMnuz Zulu. Ugqugquzele abantu abasebasha ukuthi bengazi bandakanyi nobugebengu futhi begweme ukuthenga impahla entshontshiwe. Uqhube ngokunxusa abantu abasebasha abesilisa ukuba bengahlukumezi abantu besifazane kanye nezingane. UMnuz Zulu uthe i-Youth Desk iyaziqhelelanisa nokuthi kumele amaphoyisa adubule abasolwa ngenhloso yokubulala. Uthe: “Asisho ukuthi amaphoyisa kumele adubule abasolwa, noma umsolwa, ngenhloso yokubulala. Thina sithi amaphoyisa awadubule ngenhloso yokuphuca abasolwa izikhali,” kusho uMnuz Zulu. Uqhube wathi abantu abasebasha kumele beziphathe kahle njengoba kuzoqala amaholide enyangeni uZibandlela (December).

USihlalo wama-CPFs, uMnuz Mntambo uthe ukubulawa kwamaphoyisa kufana nokuhlaselwa kwesizwe sonke. Uqhube wathi ukubhebhetheka kwezi ndawo ezidayisa utshwala emphakathini kanye nezinga labantu abangasebenzi kudala ubugebengu. UKhomishana wamaphoyisa esifundazwe, uNkk Ngobeni unxuse imphakathi ukuba isebenzisane namaphoyisa ukuze kuzonqandeka ubugebengu emphakathini.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

10 gorgeous plus-sized models who aren't Ashley Graham

Here are just ten of our favourite plus-sized models:

 
 

You won't want to miss...

WATCH: Pornhub is giving users free access to premium content these holidays
5 top leg exercises for men
10 best dressed men of 2017
How to open a beer bottle without an opener
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.