Amaphoyisa acela ukufuniswa osolelwa ukukhwabanisa

2016-03-23 06:00
Amaphoyisa acela ukufuniswa uMnuz Ahmed Omarjee, oneminyaka engu-33, osolelwa ukukhwabanisa amalungu omphakathi imali eyizigidi. Isithombe: Sithunyelwe

Amaphoyisa acela ukufuniswa uMnuz Ahmed Omarjee, oneminyaka engu-33, osolelwa ukukhwabanisa amalungu omphakathi imali eyizigidi. Isithombe: Sithunyelwe

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

ITHIMBA labaseshi baKwaZulu-Natal likhiphe isithombe sika Mnuz Ahmed Omarjee, oneminyaka engu-33, osolelwa ukukhwabanisa amalungu omphakathi imali eyizigidi.

Okhulumela amaphoyisa esifundazwe, u-Lieutenant Nqobile Gwala uthe umsolwa uhlala e-Dolphin Crescent, e-Blythedale, KwaDukuza futhi uyafuneka njengoba esolelwa amacala okukhwabanisa.

Uthe: “Kusolwa ukuthi uMnuz Omarjee wakhwabanisa izisulu ukuthi zitshale imali ebhizinisini lakhe ngokuzikhohlisa ngokuthi uthole ithenda kwamasipala. Kusolwa ukuthi umsolwa wasebenzisa incwadi yakwamasipala engumkokotelo ukukhwabanisa izisulu. Abamangali batshala imali eyizigidi kodwa uMnuz Omarjee akaba khokhelanga ngendlela ayebathembise ngayo wagcina ebalekile ekhaya lakhe,” kusho u-Lieutenant Gwala.

Uqhube wathi kwavulwa icala lokukhwabanisa emaphoyiseni aKwaDukuza nawaseSydenham, kwakhishwa incwadi egunyaza ukuboshwa kuka msolwa.

U-Lieutenant Gwala uthe: “Kusolwa ukuthi ngomhlaka 15 kuMfumfu (October) ngonyaka odlule umsolwa weqa emngceleni waseGolela,” kusho yena.

U-Lieutenant Gwala unxuse amalungu omphakathi angaba nolwazi lokuthi uMnuz Omarjee ukuphi ukuba axhumane nephoyisa eliphenya leli cala u-Lieutenant K.M. Reddy enombolweni ethi 082 458 5630 noma u-Lieutenant Colonel A Rajak enombolweni ethi 031 325 4726 noma ethi 082 458 5570 noma bethinte i-Crime Stop Line enombolweni ethi 08600 10111.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

Man scores date with tennis superstar after Twitter bet

It’s a modern day Cinderella story, but one American man took ‘shoot your shot’ seriously in 2017.

 
 

You won't want to miss...

Who are the highest paid models of 2017?
10 gorgeous plus-sized models who aren't Ashley Graham
5 top leg exercises for men
10 best dressed men of 2017
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.