Bahloniphe abesifazane abekade beboshiwe

2018-09-19 06:00
PHOTO: suppliedAbakade beyiziboshwa begubha nabesifazane bevala inyanga yabo.

PHOTO: suppliedAbakade beyiziboshwa begubha nabesifazane bevala inyanga yabo.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

INHLANGANO yomphakathi engenzinzuzo Izwi Lothando ibigubha inyanga yabantu besifazane. i hlangane namadoda bezibophezela ukuthi bazothanda futhi bevikele abantu besifazane nezingane.

Lomcimbi ububanjelwe e-Shakaville community hall mhla zingama-31 kuNcwaba (August).Phakathi kwawo lamadoda kukhona naphuma emajele ebekade bedonsa izigwebo zeminyaka (Parolees) Lenqophamlando yomcimbi ibihanjelwe abafundi baseTshelenkosi secondary , Mavivane, Mbozamo, kanye neZiphozethu primary.

UNkosazana Bonakele Mkhize (18) nobeyisikhulumi sosuka nowenza izifundo zobuDokotela eNyuvesi yakwaZulu. ukhuthaze abafundi ukuba bazimisele emsebenzini wabo wesikole ,bahloniphe abazali kanye nothisha kanye noNkulunkulu njalo ukuze baphumelele empilweni.

Phakathi kwezikhulumi kade kunoNkosazane Mbonambi obekade edonsa isigwebo seminyaka ejele. Uyale abafundi ukuthi beziqhelelanise nezenzo zobugebengu ikakhulukazi izidakamizwa ngoba zingumbulalazwe zizobulala impilo yabo. Umnumzane Sipho Makhathini kanye noMnu Thami Mbonambi nabo bakhuthaze abantwana ukuba bafunde ngoba imfundo ifa laphakade. baziqhelelanise nezenzo zobugebengu ngoba impilo inzima ejele. Siyazibophezela futhi siyathembisa ukuthi sizonithanda sinivikele.

“Siyinhlangano Izwi Lothando sidlulisa ukubonga okukhulu kwa-Department of Correctional Service KwaDukuza. Siphinde sibonge nakuwowonke amadoda azibophezele ukuvikela abesifazane nezingane. Siyanxusa futhi kuwowonke amalunga omphakathi amukele axolele abantu abaphuma emajele. Njengoba sonke singabantu siwenza amaphutha siphambuka endleleni senza okungalungile imihla namalanga kodwa uNkulunkulu aqhubeke njalo esixolela nathi ngokunjalo kumele sixolelane singahlulelani njengoba nencwadi engcwele ibhayibheli incwadi Ekajakobe 4v12 ithi uyedwa onamandla negunya lokwehlulela uNkulunkulu kuphel,” kubeka uPhila Zulu ongumsunguli walenhlangano.

“Siyinhlangano Izwi Lothando sicela ubumbano nobunye siyisizwe esimnyama ukuze sithuthuke siye phambili ngoba uma siqhubeka nokuzondana nokucwasana ngokwenkolo nangepolitiki siyohlupheka ingunaphakade.

Ngoba lempi yobubha nokuhlukumezwa kwabesifazane nezingane siyoyinqoba uma sihlangene siyimbumba,”.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.