Balekelelwe yinhlangano yabasha

2017-02-15 06:01
Uguquko Youth Club ilekelela abantu abasha abangasebenzi ukuba bekwazi ukuthola izincwadi zokushayela ukuze bezokwazi ukusungula ibhizinisi.  Isithombe: Sithunyelwe

Uguquko Youth Club ilekelela abantu abasha abangasebenzi ukuba bekwazi ukuthola izincwadi zokushayela ukuze bezokwazi ukusungula ibhizinisi. Isithombe: Sithunyelwe

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UGUQUKO Youth Club, inhlangano engenzi nzuzo, ohlelweni layo lokuthuthukisa intsha engasebenzi ngamakhono, ithathe abantu abasha abahlala ku-ward 25, eDoringkop, ngokubambisana noMnyango wezokuThuthukisa uMphakathi nokhansela uMnu. SMR Mfeka yabanika ithuba lokufunda ngemithetho yomgwaqo.

Uthe: “Abangama-40 bazobhala maduzane kanti nabo laba abangaphumelelanga bazophinda,” kusho yena.

Abantu abafisa ukuxhumana nale nhlangano bengathinta usihlalo wayo uMnu. Vuyani Mathonsi enombolweni 084 589 1222 noma kwi-email ethi uguqukoyouthclub@gmail.com.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 

Matric Results are coming soon!

Notify me when results become available

/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.