Baqwashisa umphakathi ngokuhlanzeka kwemvelo

2016-06-29 06:00
Isithombe: Sithunyelwe Inhlangano eyaziwa ngokuthi Isikhulile Community Development iqwashise umphakathi wakwaMqhwandeni, eShakaville, ngokugcina imvelo ihlanzekile.

Isithombe: Sithunyelwe Inhlangano eyaziwa ngokuthi Isikhulile Community Development iqwashise umphakathi wakwaMqhwandeni, eShakaville, ngokugcina imvelo ihlanzekile.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

INHLANGANO ezimele eqwashisa umphakathi ngokuvikela nokugcina imvelo ihlanzekile, Isikhulile Community Development (ICD), ivakashele endaweni yakwaMqhwandeni, eShakaville, ngeledlule ngenhloso yokufundisa umphakathi wakulendawo ngokubaluleka kokugcina imvelo ihlanzekile.

USihlalo wale nhlangano, uMnuz Sibusiso Ngubane, uthe le nhlangano isungule ingadi yokutshala imfino yaphinda yatshala izihlahla zokwethamela ilanga.

Uthe: “Uhlelo lwethu luhambe kahle kakhulu. Siphinde sanikela ngezipho kanye nezimpahla zokugqoka kulabo abahlwempu. Inhlangano ithole indawo ngase Industrial lapho esitshale khona izihlahla esizicele kumasipala,” kusho yena.

Uqhube ngokubonga amalungu enhlangano kanye nawomphakathi adlale indima ekutheni kufezeke izinhloso zale nhlangano.

Enye inhloso yale nhlangano ukufundisa amalungu omphakathi ngamathuba okwenza imali ngokuqoqwa kukadoti.

Abafisa ukuxhasa le nhlangano benga xhumana nosihlalo enombolweni ethi 078 672 3797.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
ADVERTORIAL
Competition regulation for a growing and inclusive economy

ADVERTORIAL: The Competition Commission of South Africa is conducting advocacy work in the South African automotive aftermarket industry and has gazetted a Draft Code of Conduct for public comment.

/News
 

How to open a beer bottle without an opener

Do the right thing and never be thirsty again…

 
 

You won't want to miss...

WATCH: Man films himself going down water slide upside down as things go very wrong…
WATCH: Conor McGregor: Notorious the trailer
Best date night restaurants in South Africa
WATCH: Ryan Reynolds offers fans a free tattoo in new Deadpool 2 teaser
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.