Bashaya ulozolo lwe Acapella

2018-12-19 06:00
isithombe: sithunyelweIqembu lomculo we Acapella elibizwa ngaMaqhawe Gospel Group.

isithombe: sithunyelweIqembu lomculo we Acapella elibizwa ngaMaqhawe Gospel Group.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

IQEMBU lomculo nelicula i-Acappella nelibunjwe ngabesilisa abasebancane basendaweni yase-Mellville lizibona liyakude endimeni yomculo.

Leli qembu nelaziwa ngaMaqhawe Gospel Group libunjwe izinsizwa ezili-10 kanti lishaya ingcwenga yomculo lapho elisuke licula khona lishiya kubanjwe ongezansi ngekhono labo.

Ongumphathi walo leliqembu uXolani Skadi utshele leliphephandaba ukuba ufisa ukuba lindlondlobale lifane namanye aziwayo kule ndima.

“Sicla ukuba umphakathi usixhase ukuze sikwazi ukuba sezingeni lamaqembu afana neThemba le Africa anye nabaNqobi.

Konke lokhu kungafezeka uma siqashwa emicimbini futhi sithola noxhaso,” ubeke kanje.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.