Bazimisele ngokufukula umculo oweHip-Hop

2018-09-19 06:01
PHOTO: suppliedAmalunga eqembu i 5BORO Akhumzi, Spho no Lawrence abafuna ukuqhakambisa umculo we Hip Hp KwaDukuza.

PHOTO: suppliedAmalunga eqembu i 5BORO Akhumzi, Spho no Lawrence abafuna ukuqhakambisa umculo we Hip Hp KwaDukuza.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

IQEMBU lomculo weHip Hop lakwaDukuza elizibiza ngokuthi i-5 BORO liveze ukuthi lizimisele ukufukula amaciko akulomkhakha ngokuwanika amathuba okuthi umculo wawo udllalwe emisakazweni.

Leliqembu elakiwe izinsizwa eziwu-4 okungu Lawrence(Surname) ,Akhumzi(surname), Mvelo(surname) noSipho(surname), elasungulwa ngonyaka wezi-2009 futhi elisebnzisana nenkampani eqopha ezomculo kuleli, iSony Music.

Likhuluma nentatheli yeStanger Weekly lidalule ukuthi banomzungezo wokuhambela iziteshi zemisakazo futhi nezikamabonakude ezaziwayo kwelaseMzansi.

“Sifuna ukubeka amaciko aKwaDukuza kwibalazwe kulomkhakha ngokuthi balethi izingoma zabo ezimbili ezishishayo nalapho abaphumelelayo bazoba sethuba lokuthi izingoma zabo zidlalwe emisakazweni edumile futhi baphinde baqophe iMusic Video ngaphansi kwenkampanii esiqhopha kuyo,” kubeka liliqembu.

Bathe lomkhankaso bahlose ukuthi ukuwenzele kulelidolobha futhi uzobhekelela abaculi beHip Hop kuphela okumele baletha izingoma ezimbili

Okuthola eminye imininingwane ngalomkhankaso ungasheyela lezinombolo zocingo- 0844010673 noma 0638226648 -Supplied

.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.