Ibe yimpumelelo ingqungquthela yezindlu

2018-06-20 06:02
Imeya yomkhandlu iLembe uSduduzo Gumede ethula inkulum yakhe kulengqunguthela ibikwaMaphumulo.

Imeya yomkhandlu iLembe uSduduzo Gumede ethula inkulum yakhe kulengqunguthela ibikwaMaphumulo.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UMKHANDLU kaMaspala wesifunda iLembe ubambe ingqungquthela yezinsuku ezimbili ebibizwa nge Human Settlement Sumit KwaMaphumulo kusukela ngolwesine zi-7 kuya ku-8 kuNhlangulana ukuzodingida izinqinamba ekunikezeleni ngezindlu.

Lengqungquthela ibihlose ukuthuthukisa amaxhamu okuxhumana ohlelweni lokunikezelwa ngezindlu ngokuvula inkundla yokucobelelani ngolwazi kulabo ababandekanyayo kulomkhakha.

Lapha singabala imikhandlu engaphansi kweLembe, uCOGTA eKZN Umnyango wezoKuhlaliswa kwabantu, u Eskom, Housing development Agency, First National Bank kanye neLembe Chamber of Commerce.

Ethula inkulumo yakhe uMeya weLembe uSduduzo Gumede uthe sekukuningi okuzuziwe ekunikezeni kwezindlu ezisezingeni kulesi sifunda.

“Isibalo esikhulu sabantu bakkithi basahlala ngaphansi kwezim ezingezinhle neze nezinqalasizinda ezingekho ezingeni. Ukunikezelwa kwezindlu kubuye kuphazanyiswe nakungatholi uxhaso lwezimali olwanele, ukungaxhumani ngendlela kwezinhlaka zikahulumeni, nokungahleli ngendlela kwemisebenzi,” kubeka uGumede. Lomcimbi ubuzimaziswe ilowo oyihloko ymnyango wezemisebenzi yomphakathi uMduduzi Zungu nokhulumele u umpathiswa uRavi Pillay nothe komele kubhekwe ngale kohulumeni basekhaya ukubhekana nezinqinamba ezibhekene nemiphakathi.

Kube sekunikezelwa ngendlu komunye wemindeni ophethwe nganbantwana wakwaMdletshe kwa ward 10 kwaMaphumulo. Ekhulumela lomndeni uSthembile Mdletshe ubonge wanconcoza kuhulumeni ehluleka nanokubamba izinyembezi.

“Siyajabula ukuba sibe nekhaya elisemgangathweni mina nomndeni wami sizizwa sesifudumele njengoba umuzi omdala ubungekho esimweni,” usho kanje.

Lengqunquthele ibe sidlulela osukwini lwesibili nalaho kudingidwe kabanzi izindaba nezinqinamba ezimbekeni nalomnyango, uxhaso, ukubuyiswa komhlaba njalo njalo. Esevala loyo okhulumela umkhndlu weLembe uLucky Makhathini uthe iziphathimandla kumele ngaso sonke isikhathi sibeke abantu kuqala sihambise ngokweBatho Pele nsuku zonke.

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.