Imidlalo yabantu abasha eHlomendlini

2017-02-08 06:01
Uphiko lwentsha lwe-ANC eHlomendlini lubenemidlalo yokukhuthaza abantu abasha endaweni kuba bebuyele esikoleni futhi befunde ngokuzimisela.  Isithombe: Sithunyelwe

Uphiko lwentsha lwe-ANC eHlomendlini lubenemidlalo yokukhuthaza abantu abasha endaweni kuba bebuyele esikoleni futhi befunde ngokuzimisela. Isithombe: Sithunyelwe

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

UPHIKO lwentsha lwe-ANC eHlomendlini lubenemidlalo emasontweni adlule okukhuthaza abafundi ukuba bebuyele esikoleni futhi besebenze ngokuzimisela.

Uthe: “I-ANCYL yaseHlomendlini ikujabulele kakhulu ukuba khona kwalemdlalo enhlobo nhlobo ephinde yathakaselwa umphakathi wonke waku-ward 4. Lokhu kukhombisa ngokusobala ukuthi lomphakathi uyazidinga izindawo zokudlala futhi lokhu kumele kube umyalezo ocacile kuMnyango wezokuHlaliswa kwaBantu ohlele ukwakha inkundla yezemidlalo, ihholo lomphakathi kanye nenkulisa,” kusho yena.
Uqhube ngokuthi akhale ngezinhlelo ezasala zingaqediwe zokwakhiwa kwezakhiwo zomphakathi.
Uthe: “Enye into esiphatha kabi njenge ANCYL la endaweni yile eyenziwa ubuholi bomdabu. Izinduna zibeka abantu noma yikuphi, ngikhuluma nje kunendawo ebibekelwe ukuthi kuzo kwakhiwa isikole kodwa sekubekwe abantu. Sicela umnyango nomasipala ungenelele kuloludaba,” kusho uMnu. Ntuli.

Uphethe ngokubonga uMnyango oxhase lemidlalo kanye nokhansela uMnu. Sipho Magwaza.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 

Matric Results are coming soon!

Notify me when results become available

/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.