Indumezulu yedili lomculo oThukela

2018-08-08 06:02
Usomahlaya waKwaDukuza nabaculi beqembu iFrolic032 bazobe benza abadume ngazo oThukela ngomqibelo.PHOTO: nkosinathi dube

Usomahlaya waKwaDukuza nabaculi beqembu iFrolic032 bazobe benza abadume ngazo oThukela ngomqibelo.PHOTO: nkosinathi dube

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

INDAWO yaso Thukela ngaphansi kwesigceme saku Ward 25 eDoornkop izobe inendumezulu yomcimbi womculo obizwa nge Fill up Sakhuxolo Sports Ground ngomqibelo zi-4 kuNtulikazi.

Lomcimbi nohlelwe I Frolic 032 kanti kuyobe kuboshelwe osaziwayo abahamba phambili kulesisifundazwe endimeni yozomculo kanye neyozokuncebeleka.

Okugqame kakhulu ukukhula ngesivinini komculo odidiyelwa abaculi bakhona laKwaDukuza njengoba kulomcimbi kuyobe kuboshelwe amaciko akhona endaweni.

Iqembu elizibiza nge Frolic 032 elenza umculo we Durban Kwaito lizobe lishiyelana inkundla namanye amaciko aqhamuka khona KwaDukuza. Omunye wabahle base Frolic uthe lomcimbi uzoqala ngehora lesi-9 kanti kuboshelwe uThokozani T’zozo Zulu, usomhlaya waKwaDukuza osanda kunqoba indondo kumaSATMA uHalo M (umphathi hlelo), Daniel olingisa kuGenerarions the legacy, u DJ Nzie kanye nabanye abaningi.

Uphinde wagcizelela ukuthi kungenwa ngoR20 esangweni kanti iAfter Party yaloMcimbi izobe ibanjelwe endaweni edla ubhedu kulezinsuku I Ten 11 lounge KwaDukuza. Ngeminye imininingwane kungashayelwa lenamba yocingo 079 555 7660.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.