Iyaqhubeka nokukhathalela abantu engenzi nzuzo

2018-08-22 06:01
PHOTOS: suppliedAmalungu omphakathi amukele izimpahla zokugqoka ezinikelwe Izwi Lothando.

PHOTOS: suppliedAmalungu omphakathi amukele izimpahla zokugqoka ezinikelwe Izwi Lothando.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

INHLANGANO engenzi nzuzo eyaziwa ngeZwi Lothando ibambe imigubho yenyanga yamadoda uNtulikazi eholo lomphakathi eShakaville ngeledlule.

Kulomcimbi beuhlatshwe ikhwelo kubantu besilisa abasuka eminyakeni eli -16 nebebecelakuma-50 kuzokhuthazwa ukubuyisa isithunzi sawo.

Phakathi kwezinto ezidingidiwe ukuthi abantu besilisa bangakwazi ukutshengisa uthando nokunakekela.

“Amadoda kumele azi ukuhlukanisa phakathii kothando langempela nothando lwesikhashana ay uthando lwezimoto, utshwala nezimpahla ezibizayo koda babe nothando lokunakekela,” kubeka uZulu.

Lombuthano wamadoda uphinde waba isikhumbuzo kubantu besilisa ngendlela obabamkhulu ababephila ngayo nangendlela abalwela ngayo lelizwe.

Umnunzane Phila Zulu ongumsunguli walenhlangano uhinde wagcizelela ngamagalelo abaholi baphambilini abafana no Albert Luthuli, iNkosi Shaka kaSenzangakhona, Robert Sbukwe, Nelson Mandela nabanye.

“Lawa ngamadoda aayehola ngobuqhawe nangesibindi ukuze sonke kulelizwe sithole inkululeko nekumele thina sibukele kubo sambe ezinyathelweni zabo. Siyinhlangano inxusa wnke amadoda ukuba abangamadoda aqotho,” kuqhuba uZulu.

Ube esebonga wonke amadoda afike ngbuningi bawo kulombuthano kanye nababonke nje abaxhasa lenhlangano kwimisebenzi eyenzela umphakathi.

Kubo bonke abafisa ukunikela nokuxhasa lenhlangan bengathumela umqhafazi negama elitho uThando ku 36194, umqhafazo ubizau R5 ungathunyelwa noma kangaki noma beshayele lenombolo ethi 082 515 1701 noma kwi website ethi www.izwilothando.org.za

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.