Izwi Lothondo libungaze inyanga yentsha

2018-07-04 06:01
PHOTO: suppiledUmsunguli weZwi Lothondo uMnuz Phila Zulu ethula inkulumo yosuku.

PHOTO: suppiledUmsunguli weZwi Lothondo uMnuz Phila Zulu ethula inkulumo yosuku.

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

IHLANGANO yomphakathi engenzi nzuzo Izwi Lothando ibigubha inyanga yabantu abasha lomcimbi ububanjelwe KwaDukuza town hall ngoLwesihlanu zinga-22 kuNhlangulana.

Lenqophamlando yomcimbi ibihlanganisa abantu abasha baKwaDukuza abaphuma emabandleni ezenkolo ahlukahlukene Faith Mission, Salvation Army, eLuthela ukubala nje ambalwa, kanye namaciko omculo wokholo Zamar, Sphelele Miya, Lethu Nkwanyana kanye naBahlengi bonke bezonikela ngamakhono abo abasikhokhisanga ngisho isenti bangagcina ngokungasikhokhisi baphinda banikela nangezingubo zokugqoka.

Kanti futhi lomcimbi ubuihanjelwe nayizithunywa ezivela ehhovisi likaNgqongqoshe wakwa-Cogta kuzwelonke uDokotela Zweli Mkhize kanye nezithunywa ezivela kwinhlangano engenzi nzuzo ikusasa le-Afrika foundation.

“Siyinhlangano Izwi Lothando sithanda ukubonga okukhulu kuNgqongqoshe wakwa Cogta uMhlonishwa Dr Zweli Mkhize ngokuthi ngisho engakwazanga ukufika njengoba sasimulindele kodwa ukwazile ukuthumela umuntu osuka ehhovisi lakhe singabantu abasha sifunda ubuholi obukhul, uthando kanye nenhlonipho kuyena. Lomcimbi ububanjelwe nayisikole iTshelenkoso Secondary School othisha kanye nabafundi bebanga leshumi abadume ngomkhuba omuhle wokuthi uma beqeda ukubhala izivivinyo zokuphela konyaka benikele ngomfaniswana wabo wesikole kwabanye abafundi abasalayo esikoleni. Inhloso yalomcimbi ukukhuthaza abantu abasha ukuthi bebambe iqhaza ekuthuthukiseni umphakathi (Nation building) ngoba siyakholelwa ekutheni yibona abaholi balelizwe bakusasa. Ngakho ke kubona sifuna ukubona ubuholi obuqotho ubufuze obuka Baba iNkosi Albert Luthuli, Robert Sobuka, Steve Biko, a Dr Nelson Mandela kanye noMtwana wakwaPhindangene Mangosuthu Buthelezi ukubala abambalwa nje,” kubeka uPhila Zulu weZwi Lothando

“Sifisa ukuthi singabantu abasha abamnyama sihlangane singathembeli kuhulumeni ngakho nkonke ukuthi uzosisiza ngoba uma ufuna usizo kuhulumeni ulinda isikhathi eside futhi kokunye ugcine ungalutholanga usizo. Kanti thina bantu abasha abamnyama sibaningi ukwedlula zonke izizwe eNingizimu Africa uma singahlangana njengokhokho bethu ngesikhathi belwisana nohulumeni wobandlululo bayithola inkululeko yezepolitiki nathi uma singenza okufanayo sihlangane ngaphandle kodlame nginesiqiniseko sokuthi singathola ngisho ukwesekwa nangamazwe aphesheya kwezilwandle nathi singayithola inkululeko yezomnotho. Sikubeke eceleni ukuthi silandela maphi amaqembu ezepolitiki ngoba iqiniso lithi iningi labantu abasha abamnyama bayahlupheka. Uhulumeni ngisho ezama kodwa kubukeka sengathi uhluleke wancama ukuqeda usizi kumuntu omusha omnyama kunalokho sibona kusizakala kakhulu ezinye izizwe okubala abomdabu waseNdiya nabelungu”, uqhube kanje.

Unganikela ngokuthi uthumele sms igama elithi Uthando enombolweni ethi 36194 sms ibiza R5 kuphela ungathumela inoma ikangaki leyomali iyosiza thina sonke abantu abasha ngomsebenzi, imfundo nokunye okuningi. Ungaphinde uxhumane nathi ngocingo ku 082 515 1701 okanye ungene ku-www.izwilothando.org.za

NEXT ON NEWS24X

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.