Kudutshulwe kwabulawa owesilisa eLindelani

2016-07-13 06:00

KUDUTSHULWE kwabulawa owesilisa oneminyaka engu-40 ngoLwesine oledlule obehamba ngemoto endaweni yaseLindelani.

Kusolakala ukuthi isisulu nomgibeli bahlaselwe abantu abebe hamba ngenye imoto.

Okhulumela amaphoyisa KwaZulu-Natal, u-Lieutenant Colonel Thulani Zwane uthe: “Kusolakala ukuthi isisulu besihamba emgwaqeni u-Doesberg ngesikhathi sihlaselwa abantu okusolakala ukuthi bebehamba ngemoto ebomvu. Imbangela yokuhlasela ayaziwa okwamanje futhi akukaboshwa muntu,” kusho yena.

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 

Matric Results are coming soon!

Notify me when results become available

/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.