Kushone abantu abahlanu engozini eyenzeke ku-N2 Umelwe yinhliziyo efika esibhedlela owesimame osinde engozini ku-N2

2017-02-15 06:02
Kushone abantu abahlanu okubalwa kubo nengane eyodwa ngesikhathi kushayisana izimoto ezimbili ku-N2 ngeSonto ekuseni.  Isithombe: Sithunyekwe

Kushone abantu abahlanu okubalwa kubo nengane eyodwa ngesikhathi kushayisana izimoto ezimbili ku-N2 ngeSonto ekuseni. Isithombe: Sithunyekwe

Multimedia   ·   User Galleries   ·   News in Pictures Send us your pictures  ·  Send us your stories

KUSHONE abantu abahlanu okubalwa kubo nengane eyodwa ngesikhathi kushayisana izimoto ezimbili ku-N2 ngeSonto ekuseni.

Abezimo eziphuthumayo bafike kule ndawo bathola abagibeli abathathu emotweni eyi-SUV kanye nomshayeli wayo sebeshonile ngenxa yokulimala kabi.

"Emotweni encane kushone ingane eneminyaka engu-12 ubudala, ngesikhathi sihlola isimo sithole owesimame esabambeke phakathi," kusho uPaul Herbst okulumela abe-IPSS.

Kusetshenziswe udlawu ukukhipha lo wesimame emotweni waphuthunyiswa esibhedlela.

"Sifika esibhedlela lo wesimame uvele wamelwa yinhliziyo kwalekelala odokotela besibhedlela iStanger Hospital abakwazile ukumphaphamisa wagcina esephefumula kahle."

- News24

NEXT ON NEWS24X

Inside News24

 

Matric Results are coming soon!

Notify me when results become available

This site is protected by reCAPTCHA and the Google Privacy Policy and Terms of Service apply.

/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.